Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

IPremier League nemithetho emisha yesikhathi esengeziwe

Kungase kube nokuthile okuphathelene nesikhathi esengeziwe kweye-Premier League.

Abekho abalimele emlilweni oqubuke ebhilidini lakwaSABC eGoli

Kuqubuka imililo engaziwa edolobheni laseGoli.

Imvunge uHulumeni “esaphaza” imali yokuqasha intsha emcimbini wamaSAMA

UMnyango kaMnu Sboniso Duma uthi izigidi abaxhase ngazo ama-SAMA zizosiza ukumaketha KwaZulu-Natal, e-Limpopo, eGoli naseMpumalanga.

I-DA ifuna iRoyal AM ibuyise imali eyayixhaswa uMsunduzi

I-DA eMgungundlovu ithi uShauwn Mkhize nendodana yakhe u-Andile abayibuyise yonke le mali asebeyitholile yesivumelwano soxhaso lweminyaka eMsunduzi ngoba bayithola kungafanele.

Abammeli abasha ecaleni likaBester

Abammeli abangosaziwayo nabangadumile ngokuwina amacala bazojoyina ithimba labammeli likaBester.

Funda kabanzi ngokubulawa kukaNomfundo Tyhulu nguBester

Funda isahluko sencwadi entsha ekhuluma ngoThabo Bester.

Uhulumeni unciphise isabelomali sezibhedlela zaseWestern Cape

Uhulumeni useveze ukuthi abampofu yibo abozobhekana nobunzima ngemuva kokuncishiswa kwesabelomali sezempilo.

Abaphila nobhubhane babhekene nengwadla yokuthola imishanguzo

Ngaphandle kwencwadi yokudluliselwa komunye umtholampilo, cishe ngeke kwenzeke ukuthi welashwe emtholampilo omusha.

Umasipala waseNMB awunayo iMeya

INelson Mandela Bay ayinayo imeya.

UMagudumana uquleke eya enkantolo

Udokotela uNandipha Magudumana uquleke esendleleni eya eNkantolo yeMantshi yase-Bloemfontein.

Umama usolwa ngokudlwengula indodana yakhe

Umama wase-Dunoon eKapa usolwa ngokudlwengula indodana yakhe eneminyaka engu-11 ubudala ephindelela njalo uma edakiwe.