Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

Kuvalwe izikole kubhikisha othisha eBushbuckridge

Othisha bavale izikole ezingu-50 ngenxa yokwanda kobugebengu endaweni.

IBafana isikulungele ukubhekana ne-Eswatini kuwokuhlungela i-Afcon

IBafana izobhekana ne-Eswatini kowobungani ngoLwesihlanu ebusuku.

IMeya yethule umkhankaso wokulwa nobugebengu bokuqolwa kwamabhizinisi

Izakhamizi sezikhathele ukuqolwa yizigebengu ezifuna imali yokuzivikela.

IPremier League nemithetho emisha yesikhathi esengeziwe

Kungase kube nokuthile okuphathelene nesikhathi esengeziwe kweye-Premier League.

Abekho abalimele emlilweni oqubuke ebhilidini lakwaSABC eGoli

Kuqubuka imililo engaziwa edolobheni laseGoli.

Imvunge uHulumeni “esaphaza” imali yokuqasha intsha emcimbini wamaSAMA

UMnyango kaMnu Sboniso Duma uthi izigidi abaxhase ngazo ama-SAMA zizosiza ukumaketha KwaZulu-Natal, e-Limpopo, eGoli naseMpumalanga.

I-DA ifuna iRoyal AM ibuyise imali eyayixhaswa uMsunduzi

I-DA eMgungundlovu ithi uShauwn Mkhize nendodana yakhe u-Andile abayibuyise yonke le mali asebeyitholile yesivumelwano soxhaso lweminyaka eMsunduzi ngoba bayithola kungafanele.

Abammeli abasha ecaleni likaBester

Abammeli abangosaziwayo nabangadumile ngokuwina amacala bazojoyina ithimba labammeli likaBester.

Funda kabanzi ngokubulawa kukaNomfundo Tyhulu nguBester

Funda isahluko sencwadi entsha ekhuluma ngoThabo Bester.

Uhulumeni unciphise isabelomali sezibhedlela zaseWestern Cape

Uhulumeni useveze ukuthi abampofu yibo abozobhekana nobunzima ngemuva kokuncishiswa kwesabelomali sezempilo.

Abaphila nobhubhane babhekene nengwadla yokuthola imishanguzo

Ngaphandle kwencwadi yokudluliselwa komunye umtholampilo, cishe ngeke kwenzeke ukuthi welashwe emtholampilo omusha.