Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

IBanyana idinga ukwenza kangcono emdlalweni womlenze wesibili

Unozinti weBanyana Banyana uKaylin Swart ukholelwa ekutheni muningi umsebenzi okusamele bawenze emzamweni wabo wokuhlungela ama-Olympics Games ango-2024.

Injabulo kwi-ANC inqoba elokuchibiyela eThekwini

I-ANC eThekwini ibungaza ukunqoba okhethweni lokuchibiyela kulandela ukuthola isibalo esiphezulu samavoti ku-ward 09 ngoLwesithathu.

AmaBhokobhoko azosebenzisa elinye iqhinga kowamanqamu

Umyalezo oya kuma-All Blacks ovela kwabaqoka isikwati samaBhokobhoko ucace bha. Kuzodlala abadlali abadlala phambili.

Khona abebefuna ukuyehlisa ngemilenze imali yamaSAMA: Duma

UNgqongqoshe uSboniso Duma usezehlisile wadalula ukuthi babambe inkohlakalo ngemali ebizoxhasa ama-Sama.

Itwetwe koweDowns bebhekana ne-Al Ahly

Umqeqeshi weSundowns akazethembi njengoba bezobhekana neqembu lase-Egypt.

UMbonambi uzodlala kowamanqamu weNdebe yoMhlaba

Udaba lukaTom Curry noBongi Mbonambi cishe seluxazululiwe.

Owesilisa ogwetshwe yinkantolo ulwela impilo yakhe esibhedlela

Imindeni yezisulu zengozi yomgwaqo eyenzeka kuthelawayeka u-M1 ayikatshelwa ukuthi abathandiweyo bayo basaphila noma bashonile, kodwa i-Scrolla ikwazile ukuthola oyedwa osinde kule ngozi.

Abavukuzi abebebhikisha ngaphansi komhlaba sebephumile

Abanye abavukuzi batshele amaphoyisa ukuthi bebebanjwe ngenkani ngaphansi komhlaba kanti sekuvulwe icala lokuthumba nelokushaya.

Usuhoxisiwe umcimbi wezindondo amaSAMA

Abagqugquzeli bama-SAMA bacasulwe izinsolo zokuthi bayisiteshi sokuzitapela imali ngemuva kokuthi uhulumeni emise uxhaso lwalomcimbi.

Simanzonzo isimo ngokuchithwa kukathisha “oyisinokwe”

Babhekene ngeziqu zamehlo abazali nesigungu esilawula isikole iKwaMame Public Primary School ngokuqashwa kukathishomkhulu.

Qagela umpetha weNdebe yoMhlaba yombhoxo

Qagela ukuthi ubani ozowina iNdebe yoMhlaba yebhola lombhoxo uzibeke ethubeni lokuwina i-airtime ka-R500!

Isitolo sakuleli sakwaMcDonald’s siziqhelelanisa nempi ese-Israel

I-EFF ihoxile esongweni lwayo lokudala isiphithiphithi ezindaweni zokudlela zakwa-McDonald's ngemuva kokuthi inhlangano yokudla okusheshayo iziqhelelanise nempi yase-Israel.