Trolley
Prices: PMBEJD Household Affordability Index, March 2026 · See full basket →

Izindaba Scrolla

AmaBhokobhoko abuye nayo eyomhlaba yelombhoxo

AmaBhokobhoko ahlule i-New Zealand ngo 12-11 awina iNdebe yoMhlaba okwesine.

Induku yinto ejwayelekile ezikoleni zase-Eastern Cape

Usenkingeni uthisha waKwaBhaca e-Eastern Cape ngokushaya abafana besikole ezinqeni phambi kwabanye abafundi.

Lizocaca eNquthu iLembe langempela

UQuality Biyela noMthandeni Manqele (Igcokama Elisha) abazobe benandisa kwiNquthu Maskandi Festival kusasa nabanye abaculi abadumile.

Uyaveva umphakathi waseNewcastle ngama-rates amba eqolo

Umphakathi wase-Newcastle uvuke indlobane ngama-rates amba eqolo bathi adlula ngisho awaseMhlanga nase-Sandton.

I-IFP ibawola bonke abavoti be-ANC KwaZulu-Natal

Kuyaqondakala ukuthi kungani abavoti abaningi KwaZulu-Natal beqhela ku-ANC.

Bekuyisonto elibi lokubulawa kwabantu kuleli

Amaphoyisa aqophe ukushona kwabantu abangu-18 ezinsukwini ezintathu zokubulala okungenangqondo KwaZulu-Natal naseGoli.

Isikhathi sokuthi amaqembu amancane azibambe ziqine

Okhethweni obelushube kakhulu, bekunzima kangangokuba alikho iqembu elithole amavoti amaningi.

Kukhalwa ngabantwana baseNdlunkulu abaxhaphaza izimoto abaxhaswe ngazo

Uyaphela umbuso kubaNtwana baseNdlunkulu kaZulu okuthiwa baxhaphaza izimoto abazithengelwe uHulumeni.

Ushukumise inkundla umculi wakuleli enandisa eMelika

Umculi waseNingizimu Afrika uTyla uvele okokuqala kumabonakude waseMelika.

Kusolwa umkhonyovu kowaseNelson Mandela Bay

IMeya uGary Van Niekerk usolwa ngokukhwabanisa kowaseNelson Mandela Bay.

Ulindelwe ngabomvu oweNdebe yoMhlaba yoMbhoxo

Imidlalo yama-Test phakathi kwe-All Blacks namaBhokobhoko ayikaze iqine njengalena - impela sesiwulindele ngabomvu owamanqamu weNdebe Yomhlaba Yombhoxo!

Zizodlana imilala kowamaBhokobhoko neNew Zealand kowendebe yomhlaba

EZEMIDLALO: INingizimu Afrika noma i-New Zealand abazoba ngompetha beNdebe yoMhlaba amahlandla amane ngoMgqibelo ngakho kufanele uwubuke umdlalo, kubhala uDylan Bettencourt.