Ngisho noma ngabe uyobe eseneminyaka engu-90 futhi egugile, onguzime we-OnlyFans oneminyaka engu-57 owaziwa ngelika Golden Gilf”, uthi angeke ayeke ukwenza amavidiyo abantu abadala.
UViktoria Winslow unguzime aphinde abe uchwepheshe wokuzivocavoca onabalandeli abangaphezu kuka-200,000 ku-TikTok.
Akugcini lapho, lesi salukazi sase-Australia sino-Instagram futhi sivame ukufaka khona izithombe eziningi zasosigqoke izingubo zangaphansi ezihehayo. Igama elithi-GILF limele ogogo, u-F umele elinye igama.
UWinslow uthe ugqugquzelwe indodakazi yakhe uZoe (24) okunguye othwebula izithombe namavidiyo kanina.
Futhi une-akhawunti ye-OnlyFans ejwayele ukugcwala abadala kakhulu. Ekhuthazwa indodakazi yakhe, waqala i-akhawunti yakhe ye-OnlyFans ngenxa yezinkinga zemali.
Ugogo utshele i-Jam Press ukuthi ubengakaze acabange ukuthi eminyakeni eyisigidi angaduma kangaka.
“Abesilisa abancane abaneminyaka cish engu-19 nabo babhalisile, futhi ngicabanga ukuthi ukuba ugogo oshisayo kuyimakethe enhle kakhulu,” kuchaza uzime we-platinum blonde.
Wengeze wathi: “Kuyangimangaza ukuthi bayangifuna.”
UGolden Gilf uthe uzoqhubeka nokwenza amavidiyo inqobo nje uma esenabalaleli.
“Ngisho noma ngineminyaka engu-90 futhi ngishwabene ngiyoqhubeka.”
Luhlanganiswe nguMashudu Mabila
Isithombe esingenhla: UViktoria Winslow
Umthombo wesithombe: @theglobe247