Upholi usize ukukhulula ikhangaru

0
Ikhangaru ichithe usuku lonke izulazula emigwaqeni yase-Louisiana ngemuva kokuthi upholi uvule indawo ebivalelwe kuyo.

Kugqobhoka iphakethe ngentengo kaphethiloli ephezulu

0
Intengo kaphethiloli nodizili izonyuka ngenani lika-R2 phakathi kwamabili ngoLwesibili nokushaye irekhodi eliphezulu abantu baseMzansi abangakaze babhekane nalo phambilini.

Awase-Afrika athanda umculo waseMelika

0
Uma uchithe isikhathi emaphandleni ase-Sub-Saharan Africa into eyodwa engase ikushaqise ukuthandwa komculo wezwe laseMelika.

Owebhola uboshelwe izinsolo zokudlwengula

0
Kuboshwe umdlali webhola we-Premier League e-North London ngezinsolo zokudlwengula.

Ibhekwe ngabomvu eye-CAF Super League

0
UMengameli we-Confederation of African Football (CAF) uPatrice Motsepe usekuqinisekisile ukuthi imidlalo ye-CAF Super League izoqhubeka njengoba bekuhlelile ukuthi iqale ngoNcwaba. 

Uhluleke ezamile umshayisibhakela wakuleli

0
UBrandan Mashele wakuleli ubezama ukubuyisa isicoco somhlaba se-Kickboxing kodwa ukulimala ehlombe kwenze le mpi yaba intaba angakwazanga ukuyikhuphuka.

Abaziphathanga kahle abalandeli kuhlonishwa umpetha welo mbhoxo

0
Ukungahloniphi ngesikhathi kukhunjulwa uPhil Bennett bekuyizinkomba zokuthi umdlalo uzongahambi ngendlela abafisa ngayo e-Loftus Versveld kusho uLucky Maree.

U-Eskom usola isiteleka ngokucishwa kukagesi

0
Njengoba elakuleli lingena kwizinga lesithupha lokucishwa kukagesi, inkampani ephehla ugesi u-Eskom ikhomba ngenjumbane abasebenzi bayo abatelekile.

Izinsolo zocansi ngoNdunankulu

0
Ngesikhathi uNdunankulu wase-UK u-Boris Johnson esasebenza njengonobhala wezangaphandle ngo-2018, iLungu lePhalamende langena ehhovisi lakhe lathola ukuthi yena nowayeyintombi yakhe ngaleso sikhathi uCarrie Symonds "babethandana".

Icebo elihle lokuvikela inkundla yethenisi

0
Sekungamashumi eminyaka abahleli be-Wimbledon bekhononda "ngamajuba" adla utshani ezinkundleni nagcina ephazamise umdlalo wethenisi.