Sesifikile isikhathi sokuncintisana futhi kuleli sonto ungawina i-airtime yenani lika-R250 yenethiwekhi yakho ozikhethele yona.
Okufanele ukwenze ukuphendula imibuzo emine mayelana nezindaba zakamuva ngendlela efanele.
Ngaphambi kokuthi uqale, qiniseka ukuthi ufunda isibuyekezo sethu se-smartphone ye-Samsung Galaxy A33 5G ngokucofoza isibhengezo esingezansi ukuze lokho kuzokusiza ngempendulo yombuzo wesine.
Ozodla umhlanganiso uzohlomula u-R250 we-airtime kanti ababili abaphume isibili bazothola u-R100 we-airtime.
Imibuzo imi kanje:
1. Imuphi uMengameli uCyril Ramaphosa azohlangana naye kuleli sonto?
a. UMengameli wase-China uXi Jinping
b. UMengameli wase-Nigeria uMuhammadu Buhari
c. UMengameli uJoe Biden waseMelika
2. Owesilisa waseMelika uthweswe icala lokusabisa ngokuphahlaza indiza esitolo, ngabe isipho isitolo saseMelika abesisho?
a. I-McDonald’s
b. I-Walmart
c. I-Target
3. Amabhokobhoko anqobe ama-Wallabies e-Australia ngoMgqibelo okokuqala kusukela bagcina ngamuphi unyaka?
a. ngo-2013
b. ngo-2021
c. ngo-2006
4. Lithini izinga lokuvuselela isikrini se-Samsung Galaxy A33 5G? (okuzokusiza ukuphendula lo mbuzo kumele ufunde isibuyekezo sethu se-A23 ngokucofoza isibhengezo esingezansi.)
a. u-30Hz
b. u-60Hz
c. u-90Hz
Imibandela:
– Umuntu emunye kumele angenele kanye.
Ngokungenela umncintiswano uyaqinisekisa:
– Ukuthi imniningwane oyibhalile eyakho
– Uyakwamukela ukuthi angeke uyiphikise imiphumela ezothathwa ekugcineni
– Uyavumelana ne-Scrolla. Africa ukushicilela igama lakho uma uwinile
– Bonke abawinile bazothintwa ezinombolweni zocingo abasinike zona ngaphambi kwesimemezelo
– Abaphumelele bazokhethwa ngokungahleliwe
Ophumelele uzothola i-airtime yenani lika-R250 yenethiwekhi azikhethele yona kanti ababili abaphume isibili bazothola u-R100 we-airtime.