UYallunder ungumculi onakho konke

Ungumculi oqeqeshwe kahle, umbhali wezingoma onezwi elinomphefumulo wengelosi – futhi muhle ngokumangalisayo.

Isihlabani esiseNingizimu Afrika esikhulayo se-Afro-soul uYallunder uyikho konke.

Manje usekhiphe i-EP yakhe yokuqala ethi “Uthando Lwam”.

Ingoma yisithupha ye-EP isitshela ngobuhlungu nenjabulo yothando.

Isihloko saleliculo sithi “Uthando Lwam” ucula uthi:

“… Amandla am ayophel’endleleni / Ubuhle bam buyosala nobusha bam / … Uthando lwam luzongifikisa kuwe / Uthando lwam luzongigcina kuwe …”

Ku-EP uYallunder usizwa nguSjava, NueSam no-Inno Motong.