USINDISWE EMALANGABINI

Imoto yakhe yavutha amalangabi kwezinye zezingozi ezinkulu emlandweni we-F1.

Kodwa uRomain Grosjean usindile engozini enyantisayo eyenzeke e-Bahrain GP ngeSonto.

Owokuqala endaweni yesehlakalo kwakungumshayeli wemoto yezokwelapha waseNingizimu Afrika, uAlan van der Merwe.

Ngenxa yosizo olusheshayo, uGrosjean ushe izandla nezinyawo kuphela, nokulimala ezimbanjweni zakhe.

Umthombo wevidiyo: @ mrusyaidi1997 kanye @alexsalvinews