Udlame ngokobulili – olunye ubhadane

UMengameli uCyril Ramaphosa umemezele udlame ngokobulili njengenhlekelele entsha kazwelonke ebhekene nezwe – kanye nobhubhane lwe-Covid-19.

ngoNhlangulana kuphela, kwabulawa abesifazane nezingane abangaphezu kwabangama-30 ezimweni ze-GBV

Ngaphandle kokwesabeka kwalolu dlame, bekukhona nezindaba zethemba.

Lapha sakhuluma ngabesifazane abathathu abanamandla – iphoyisa, isangoma nomculi – bonke abahlukunyeziwe futhi bahlaselwa ngabantu ababathembayo nababathandayo.

Isixhumanisi sevidiyo: ku-https://scrolla.africa/battered-by-boyfriends/