Samsung Galaxy A14

U-Miss Albinism eNingizimu Afrika, ungaphezu komncintiswano wonobuhle

0
beauty pageant
Babizwa ngama-'aliens'. Abanye bayababulala ngoba bakholelwa ekutheni amalunga abo omzimba enza umuthi onamandla.

I-Alex ibumbene ifuna ubulungiswa ngokubulawa kukaJabulile

0
justice for Jabulile
Bangaphezu kwama-200 abantu abeze ukuzokhalisa futhi bavalelise okokugcina entombazaneni yase-Alexandra ebulewe uJabulile Nkosi ngoMgqibelo.

UTrump uthe uMandela waphuphuthekisa iNingizimu Afrika

0
Nelson Mandela
Wonke umuntu uyazi ukuthi uMengameli waseMelika uDonald Trump ucwasa abantu ngokwebala.

Iqembu lomphakathi othukuthele wehlulela umsolwa ngenkathi uthumba amaphoyisa

0
hostage
Amalungu omphakathi athumbe abaseshi ababili emikhukhwini yaseDali Mpofu eThembisa ngenkathi umsolwa eshayelwa ukufa ngamatshe.

Uprofesa “omnyama” uyavuma ukuthi ungumuntu omhlophe

0
professor
Uprofesa omhlophe waseMelika uvumile ukuthi ubezenza umuntu omnyama iminyaka eminingi. UJessica Krug, ofundisa ngomlando waseAfrika nowaseMelika e-George Washington University, uxolisile ngokuzenza umuntu angasiye. Ngesikhathi somsebenzi wakhe wathatha usizo lwezezimali okwakufanele lusize izifundiswa zabantu abamnyama. UKrug uvumile ukuthi umsebenzi wakhe wawususelwe "enhlabathini enobuthi yamanga". UKrug wazalwa futhi wakhula njengowesifazane omhlophe ongumJuda e-Kansas City. Uthi wayesethathe omazisi abahlukene babantu abamnyama ayengenalungelo lokubaphatha. UKrug wayezibiza ngegama elithi uJessica...

Abakwa-Clicks babandlulula izinwele zabesifazane abamyama

0
clicks
Umnyango wezokumaketha wakwa-Clicks usanda kuthola izifundo ezimbalwa okufanele wonke umuntu azifake enhlizweni.

Indaba yenkomo yase-Soweto ingamanga

0
Cow
Abafundi abazimiselayo bavame ukuklonyeliswa ngosiba, incwadi noma isitifiketi ngomsebenzi wabo omuhle.

Umbulali uyakhuluma: “IMPILO YAMI YOBUGEBENGU NOKUBULALA

0
"Sibabulele, sibadlwengulile futhi sibaphangele izinto zabo kanye nokuthula ezimpilweni zabo"

“Bengifuna abengummeli. Kodwa wasondela eduze kommeli nje kuphela ngenkathi egwetshwa udilika jele.”

0
Nonzuzo-Thinto
Ngenkathi izingane zakhe zisencane, wayethandaza kuNkulunkulu ukuthi ziphumelele.

Ubugebengu yinsaka vukela umchilo wesidwaba kulo mndeni

0
BalloonTyre
Indaba yase-Alexandra yomndeni onodumo olubi lobugebengu. BekunguZB, kwabanguNjilo kanye nomfowaba uMbeko kwase kuba nguBalloon-Tyre!