Scrollacast
Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.
UChristiano Ronaldo usenkingeni ngokwephula imithetho yomvalelo
UChristiano Ronaldo angaba senkingeni ngenxa yokwephula imithetho eqinile yase-Italy yomvalelo ngokuthatha uhambo eyoncebeleka nentombi yakhe.
Isangoma esincane
UKagiso Mampane oneminyaka eyishumi nanye wemukele isipho sakhe wase ethatha isinqumo sokulalela isifiso sikamamncane wakhe.
“YEKANI AMANGA. NIMUBULALE NGENDLALA”
Abazali bakaShonisani Lethole abanakungabaza ukuthi isibhedlela i-Tembisa sabulala indodana yabo ngendlala, nokuthi isibhedlela siqambe amanga futhi siyaqhubeka nokuqamba amanga ngokwenzekile.
I-Liverpool yehlela ezansi njengoba i-Manchester City ikhuphukela endaweni yokuqala
I-Tottenham Hotspur ingadalela i-Liverpool usizi oluningi ngemuva kokuqala kabi kowe-English Premier League kulonyaka.
Scrollacast
Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.
Imizi yaseVenda isihlukene njengoba ibhuloho elineminyaka engama-80 ubudala liwile futhi
Ibhuloho elisezingeni eliphansi e-Limpopo, elakhiwa ngowe-1940, belingenakulinganiswa nezikhukhula ezilethwe iSiphepho u-Eloise.
Umshana kaZuma usabalekela amaphoyisa
Umshana kaMengameli wangaphambilini uJacob Zuma, uMuzi Zuma, ungumsolwa omkhulu ngokubulawa kwentombi yakhe ngowe-2018.
I-Sundowns ibuyele esicongweni ngemuva kokushaya i-Leopards
I-Mamelodi Sundowns ikhuphuke ngamaphuzu amathathu esicongweni se-DStv Premiership ngemuva kokubuya ngegoli, eliyisizile yakwazi ukunqoba ngamagoli amabili kwelilodwa ekuhambeni ibhekene ne-Black Leopards edlalela izembe ngoLwesithathu.
Ingane encane ibuka ubaba wayo eshokhwa ugesi
UXolisani Boma uthembise ukuthi uzothatha indodakazi yakhe eneminyaka emithathu ayosebenza nayo - kodwa lokho akwenzekanga.