Izindaba Scrolla

Amaphoyisa abelindele ukugasela emhhumeni wezidakamizwa – esikhundleni salokho athole izinja eziyishumi ezihlala endaweni engalungile

I-Bloemfontein SPCA ihambisane namaphoyisa ngenkathi beyohlasela lapho okudayiswa khona izidakamizwa - kodwa abakutholile kuholele ekutheni bathathe isinqumo sokwenza okuthile ngalolu daba.

Ngaphezu kwakho konke, ukushayela itekisi e-Kurhuleni kuyibhizinisi eliyingozi

Esontweni eledlule, amadoda amathathu abezenza abagibeli etekisini lakhe agwaze uMzwakhe Msimango abe esehamba naye ngetekisi.

Inkawu yesifazane engumholi webutho le-macaque iphethe ngisho nezinkawu zesilisa

Okokuqala ngqa emlandweni, ukuthi inkawu yohlobo lwe-macaque yesifazane ihlule ezinye zesilisa ebuthweni layo ukuze kuphathe yona esiqiwini sase-Japan.

Ikhilikithi yaseNingizimu Afrika iphinde yahlaselwa esinye isigameko sobandlululo

Ukucwasana ngokobuhlanga kwikhilikithi yaseNingizimu Afrika kujwayeleke kakhulu kubadlali abamnyama ngesigameko sakamuva esivele ekulalelweni kwe-Cricket SA.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Isibalo sabashonile e-Phoenix simi kwabangama-36, kuqinisekisa uNgqongqoshe wamaPhoyisa

Sekuphele amasonto, izikhulu ezahlukene zinikeza izinombolo ezahlukene zabantu ababulawe e-Phoenix, KwaZulu-Natali ngesikhathi sodlame lobuhlanga phakathi kwabaMnyama namaNdiya ngoNtulikazi.

Abasubathi abathathu baseNingizimu Afrika bomjaho we-200m bayahluleka ukungena kowamanqamu

Abasubathi abathathu baseNingizimu Afrika baphume kuma-Olimpiki esigabeni sowandulela owamanqamu.

Ubuyile uSimone Biles ukuzodlala i-Balance beam

USimone Biles waseMelika oyi-Gymnast owahoxa kuma olimpiki ngenxa yezifo eziphathelene nomqondo uzobuya azoqhubeka nomcintiswano we-Balance beam kowamanqamu.

Umlando kaLaurel Hubbard wama-olimpiki uphele ngaphandle kwezindondo

NgoMsombuluko uLaurel Hubbard uqophe umlando ngenkathi eba ngowesifazane wokuqala ongumsubathi ozishintshe ubulili, ngenkathi engenela umqhudelwano wama-olimpiki wabesifazane abanesisindo esibalelwa ku-87kg.

Ukuhlaselwa yigundane kukhubaze uTshediso, kwashabalalisa namaphupho akhe

Ngenkathi uTshediso Mophethe engasakwazi ukubekezelela ukuhlala negundane emkhukhwini wakhe,wahambisa ahlekisana naye nezingane zakhe kumuzi wabazali bakhe khona ezolwa naleli gundane alifakele ushevu wamagundane.

Umphakathi othukuthele ushise imoto ngemuva kokuthi ishayise ingane

Ezindabeni ezishaqisayo, umama nendodakazi yakhe eneminyaka emithathu bashayiswe yimoto ebigijima. Intombazanyana ishone ngaso leso sikhathi ngenkathi umama wayo olimele kanzima ephuthunyiswa esibhedlela.

URamaphosa wethula izindaba ezinhle nge-Covid njengoba ijubane lokugoma liqala

Ngokulethwa okuyimpumelelo kwemigomo ye-Covid-19, kanye nokukhishwa komuthi wokugoma ekugcineni oqala ukusebenza kahle, kwakukuningi okwakungabungazwa encwadini yezindaba yamasonto onke kaMengameli uCyril Ramaphosa.