Izindaba Scrolla

IBafana inawo amandla okunqoba iMorocco

Ezemidlalo: Yize kungekho lula kodwa iBafana Bafana ingayihlula i-Morocco, kubhala uMichael Madyira.

UJurgen Klopp uyashiya kwiLiverpool FC

UJurgen Klopp usememezele ukuthi uyashiya njengo mqeqeshi we-Liverpool FC ekupheleni kwesizini.

Seliyodingidwa kweyokudluliswa kwamacala elombango weSihlalo sikaZulu

Selubheke enkantolo yokudluliswa kwamacala iSupreme Court of Appeal udaba lombango weSihlalo sikaZulu njengoba inkantolo yasePitoli inikeze uMengameli uCyril Ramaphosa igunya lokudlulisa lolu daba.

Impi yaseSandlwana yaphendula izakhamizi amaphara

Impi yaseSandlwana eyanqotshwa uZulu ebhekene namaNgisi ngo-1879 yaphendula izakhamizi amaphara njengoba zaseziphila ngenyama yamagundane ngoba zibulawa indlala zicashe ezintabeni zaseNquthu.

Kuminze umphrofethi ethandaza emfuleni

Umphrofethi obethandaza esizibeni ugugulwe amanzi anamandla waminza emfuleni i-Lepelle e-Atok, e-Limpopo ngeSonto ntambama kanti amathambo akhe atholakale ngemuva kwezinsuku ezimbili ezungezwe izingwenya.

Kuhlukene imibono ngezikhalo zezidingo zabasePort St Johns

Uhlu lwezikhalazo oluthunyelwe ehhovisi likamengameli luthi amakhulu emindeni ezindaweni ezingu-130 zase-Port St Johns iphila ngobumpofu obukhulu, kodwa izikhulu zikahulumeni zithi lokho akusilo iqiniso.

‘Kuxoshwe’ osigaxamabhande bamaphoyisa ngokwebiwa kwamadokodo

Isiphenduke indaba egudwini indaba yosigaxa mabhande besinye seziteshi zamaphoyisa oLundi okuthiwa bakhonjwe indlela ngezinsolo zokwebiwa kwamadokodo nokunyathelwa kwamacala athile.

Owesifazane uboshelwe elokufakela ozakwabo umvusankunzi ekhofini

Umsebenzi uthweswe elokufakela ozakwabo i-Viagra ekhofini labo.

Sibhekwe ngabomvu isinqumo lapho elakuleli limangalela i-Israel

UNgqongqoshe Wezobudlelwano Namazwe Omhlaba Nokubambisana, uNaledi Pandor uzohola ithimba elizokwamukela isinqumo se-ICJ ecaleni leNingizimu Afrika elibhekene no-Israel.

Kulindeleke imidlalo ethokozisayo kweyomkhumulajezi kweye-Afcon

Kulindeleke imidlalo emikhulu esigabeni somkhumulajezi njengoba i-Ivory Coast engosokhaya izobhekana nompetha i-Senegal kanti i-Nigeria izobhekana ne-Cameroon.

Amaphaphu aphezulu ngethemba lendondo yegolide kuBlitzboks 

AmaBhokobhoko akwenzile, uDricus du Plessis naye usekwenzile manje lisekhona ithuba lokuthi amaBlitzboks anikeze elakuleli ukujabula.

Amaphoyisa acekele phansi izidakamizwa zikaR90 m

Izikhulu zamaphoyisa zicekele phansi izidakamizwa cishe ezingabiza imali engaphezu kuka-R90-million eKapa ngoLwesine.