Nokia C1

Iqembu labesifazane abagibela izithuthuthu i-Speed Diva livela kwividiyo

0
Ividiyo yengoma yomculi we-Afrobeats wase-Nigeria uDare ebizwa ngokuthi "iJojo" ifake iqembu labesifazane abagibela izithuthuthu base-Lagos. UDarey- igama lakhe eliphelele elinguDare Art Alade uyindodana yomculi owaziwayo we-Jazz uArt Alade.

Abesifazane abampofu bathenge i-ambulensi yabo

0
Wenza njani uma uhulumeni wakho engakwenzeli lutho? Abesifazane emphakathini ohlwempu e-Nigeria bakhiphe imali yabo encane behlanganisa ukuze bathenge “i-ambulensi” ebidingeka kakhulu emphakathini.

Obezenza iMeya yaseThekwini ukhalelwe amasongo kaSigonyela

0
UPHIKO lwamacala obugebengu obuhleliwe KwaZulu-Natali kanye namaphoyisa kaMasipala weTheku, babophe owesilisa oneminyaka engama-28 ngokukhwabanisa ngemuva kokuba ezenze iMeya yeTheku.

Ubulungiswa ngemuva kokudlwengulwa eneminyaka eyisithupha

0
Ngenkathi eneminyaka eyisithupha, isoka likamamncane wakhe lamkhohlisa ukuba angene emkhukhwini walo, lapho elamdlwengulela khona.

Igundane eliyiqhawe lase Afrika liwine indondo yegolide

0
Igundane elikhulu laseAfrika linikezwe indondo yegolide ngomsebenzi walo wokusindisa izimpilo zabantu ngokuthola amabhomu agqitshwayo.

Izinja zithola amamaki aphelele ngokuhogela i-Covid

0
Ngesikhathi umhlaba uxakekile ukuthola izinsizakusebenza zokuhlola ezisheshayo futhi ezilula zokuhlola i-Covid, kubukeka sengathi izinja kungaba yimpendulo.

Ibhayisikobho yocansi yezingane ezincane iphehla udweshu

0
Ibhayisikobho ebhekene nocansi ezinganeni ezingakathombi ibize i-Netflix imali eyizigidi gidi njengoba izinkulungwane zabantu zingasayibuki.

UTrump akasho ukuthi uzohamba ngaphandle kokulwa yini

0
UMengameli waseMelika uDonald Trump wenqabile walibeka ngembaba elokuthi uzodlulisa amandla uma ehlulwa okhethweni ngoLwezi.

UMasipala weTheku uyaqhubeka nokuba “Iparadesi Lezigelekeqe”

0
Besilindele ukuthi umasipala weTheku usifunde isifundo ngemuva kwehlazo elikhulu elalahlekisela imeya uZandile Gumede umsebenzi.

Inkantolo ephakeme yaseKapa iyadansa

0
Ochwepheshe bayavuma ukuthi ubhubhane lwe-Covid-19 olwacekela phansi iningi lamazwe athuthukile lube lula eAfrika.