INingizimu Afrika ingeyesihlano ngezibalo zabantu abanegciwane emhlabeni

0
Cishe sekunamacala ayizi-356,000 aqoshiwe ngoMsombuluko kuphela, lokhu kubeka iNingizimu Afrika kwinombolo yesihlanu - ilandela i-Russia ngamacala okuthelelana ayizi-(777,400).

Izingane zidla izimila zasendle ngoba zilambile

0
Izingane zase-Eastern Cape kumele zidle izimila zasendle ukuziphilisa njengoba i-Covid-19 ishiye abantu abaningi baseNingizimu Afrika belambile.

Kushone owesifazane obeshayela amabhanoyi

0
I-Nigeria ilahlekelwe umshayeli wokuqala wesifazane okwazi ukushayela ibhanoyi elinophephela emhlane.

Umthetho wezifonyo

0
Uma ungasigqokile isifonyo esitolo noma etekisini, ngeke ukhokhe inhlawulo okwamanje ...

Unqunywe ikhanda usomabhizinisi wase-Nigeria

0
Usomabhizinisi odume kakhulu e-Nigeria ophethe inkampani yokuthutha izimpahla zabantu ngezithuthuthu utholakale enqunywe ikhanda waqotshwa efulethini lakhe e-New York.

I-Covid isifike kwikhabhinethi

0
UNgqongqoshe wemithombo yamaminerali kanye namandla uGwede Mantashe ube yilungu lokuqala lekhabhinethi elihlole latholakala ne-Covid-19. UMantashe uzosebenzela ekhaya ngemuva kokuthi yena nonkosikazi wakhe uNolwandle batholakale benegciwane NgoLwesibili.

Ingcindezi iyakhula ngokuvalwa kwezikole

0
Kunezincingo ezikhulayo ezweni lonke zokuthi izikole zivalwe ngenxa yokukhula kwe-Covid-19.

Abesifazane abalahlekelwe imisebenzi ngenxa ye-Covid

0
Uma kukhulunywa ngokulahlekelwa yimisebenzi, lolu bhubhane lwe-Covid-19 eNingizimu Afrika lihlukumeze abesifazane kakhulu kunabesilisa.

I-Covid emajele – isiphi isifundazwe esenza kangcono?

0
IKwaZulu-Natal isona kuphela isifundazwe esingakabi neziboshwa noma izikhulu ezishonile emajele.

Owalandela uthando e-Lagos

0
Owesifazane waseMelika waya ezweni lase-Nigeria ukuyohlangana nomuntu ahlangane naye enkundleni yokuxhumana u-Facebook, wagcina ethunjiwe egumbini lasehhotela isikhathi esingaphezu konyaka.