Owesifazane osike induku yowesilisa ubhekene necala

0
Umama osike induku yowesilisa owadlwengula wabulala indodakazi yakhe eneminyaka emihlanu, ukhulume ngobuhlungu bokubona le ndoda ihamba ngokukhululeka.

URethabile uphendula izikhathi ezinzima zibe yizikhathi zokudansa

0
Okokuqala umvalelo usho ukuthi ubengakwazi ukuthola imali. Washayiswa yimoto futhi wayecwila ezindlekweni zokwelashwa.

Usenkantolo umama onqume indoda isitho sangasese

0
Umama wase-Port Elizabeth owadlwengulelwa ingane, yabulawa yaze yayo lahlwa ethoyilethe lomgodi, wahanjelwa inqondo ngenkathi indoda eyenza lobugebengu idedelwa ngebheyili.

Misa lelo loli!

0
Basale bememeza, bethetha ngokwethuka "misa lelo loli". Ngaleso sikhathi iloli ebelibaleka bese lize lama, umshayeli walo oneminyaka engu-50 ubudala eseshonile.

I-Apple ifake ingoma yase-Senegal ngaphansi kohlobo lwe-Afrikaans

0
Umculo we-Apple ubungazi ukuthi uzoyifaka kuphi ingoma yayo ye-Senegalese afrobeat band Sahad kanye ne-Nataal Patchwork.

Iqembu labesifazane abagibela izithuthuthu i-Speed Diva livela kwividiyo

0
Ividiyo yengoma yomculi we-Afrobeats wase-Nigeria uDare ebizwa ngokuthi "iJojo" ifake iqembu labesifazane abagibela izithuthuthu base-Lagos. UDarey- igama lakhe eliphelele elinguDare Art Alade uyindodana yomculi owaziwayo we-Jazz uArt Alade.

Abesifazane abampofu bathenge i-ambulensi yabo

0
Wenza njani uma uhulumeni wakho engakwenzeli lutho? Abesifazane emphakathini ohlwempu e-Nigeria bakhiphe imali yabo encane behlanganisa ukuze bathenge “i-ambulensi” ebidingeka kakhulu emphakathini.

Obezenza iMeya yaseThekwini ukhalelwe amasongo kaSigonyela

0
UPHIKO lwamacala obugebengu obuhleliwe KwaZulu-Natali kanye namaphoyisa kaMasipala weTheku, babophe owesilisa oneminyaka engama-28 ngokukhwabanisa ngemuva kokuba ezenze iMeya yeTheku.

Ubulungiswa ngemuva kokudlwengulwa eneminyaka eyisithupha

0
Ngenkathi eneminyaka eyisithupha, isoka likamamncane wakhe lamkhohlisa ukuba angene emkhukhwini walo, lapho elamdlwengulela khona.

Igundane eliyiqhawe lase Afrika liwine indondo yegolide

0
Igundane elikhulu laseAfrika linikezwe indondo yegolide ngomsebenzi walo wokusindisa izimpilo zabantu ngokuthola amabhomu agqitshwayo.