Umbhikisho wokuthi impilo yebhunu ibalulekile uphenduke umonakalo

0
Iveni lamaphoyisa lithungelwe ngomlilo nenkantolo yahlakazeka ngenkathi abalimi abathukuthele bezama ukuzahlulela bona ngoLwesibili.

Amaphoyisa agasele ipulazi eNtshonalanga yeKapa

0
Ukugasela kwamaphoyisa epulazini lensangu e-Worcester eNtshonalanga yeKapa kuveze inqolobane yezikhali nensangu eyenele ukubhenywa i-Boland yonke kuze kufike uKhisimusi.

“Vikela owesifazane omnyama” kusho uMegan Thee Stallion

0
Umculi uMegan Thee Stallion wenze isitatimende esinamandla ngabantu besifazane abamnyama ngenkathi ecula kumabonakude ngoMgqibelo ebusuku.

Libhekene namanye amacala iphoyisa elisolwa ngokubulalala abahlanu ukuze lizuze eyomshwalense

0
Owayengusayitsheni wamaphoyisa othweswe icala lokubulala kanye nokwakha uzungu lokubulala izihlobo ezisondelene naye ukuze ezothola imali yomshwalense, wandiselwe amacala amasha phezu kwalawa abekwe wona.

NGIBHEKENE NGQO EZINHLAMVINI ZAMEHLO NOSOLWA NGOKUBULALA

0
NgoMsombuluko kuvuleke umnyango wendlu yeNkantolo eNkulu yaseGoli okugcine sekubonakala sengathi isikhathi eside kakhulu ngesikhathi ngizithola sengingedwa nalowo osolwa ngokuba ngumbulali, uRosemary Ndlovu.

I-Nigeria ithuthukise ubuchwepheshe bokuhlolela i-Covid-19

0
Ososayensi base-Nigeria bathuthukise ubuchwepheshe bokuhlolela i-Covid-19 baveza imiphumela ngemizuzu engama-40.

I-Sundowns ithole abaqeqeshi ababili

0
I-Mamelodi Sundowns iqoke abaqeqeshi abayinhloko ababili abazongena esikhaleni sikaPitso Mosimane.

Bashaywe engeqiwa ntwala abadlali abadumile bebhola lezinyawo

0
Ibhola lamaNgisi belihamba phambili ngeSonto ngemuva kokuthi amaqhawe e-Premier League adlalela i-Liverpool ashaywe yi-Aston Villa ngamagoli ayisikhombisa kwamabili.

I-Blaq Diamond ihlukanise inhloko nesixhanti eMpumalanga

0
SATMAs
I-Blaq Diamond ijabulise abantu ngomculo wayo emcimbini we-South African Traditional Music Awards (SATMAs) ngoMgqibelo ebusuku.

“Ubani onendaba nokhisimusi?” Kubuza uNkk Trump

0
Isihloko sodaba simayelana naye nomyeni wakhe abahlole batholakala negciwane le-Corona.