Izindaba Scrolla

Kuningi ukuhlukunyezwa kwamalungelo abantu

Amalungu amahlanu eqembu labesifazane abaneminyaka engaphansi kwengu-20 ayebaleke e-Eritrea  ngesikhathi somqhudelwano owawuse-Uganda ngonyaka odlule namanje asacashile.

Ubezimisele ukubulala uzakwabo

Umbhukudi wase-Ukraine uMykhailo Romanchuk uthe "ubekulungele ukuyobulala" owayengumngani wakhe u-Evgeny Rylov obonakale emkhankasweni oxhasa uPutin.

Bakhala ngabaphuma emazweni angaphandle ababathathele amabhizinisi

U-Everson Luhanga ubika esesifundeni sase-Mopani e-Limpopo ukuthi abanikazi bezitolo zeziphaza bazizwa kanjani njengoba bekhishelwa ngaphandle kwezomnotho njengoba kungena izindawo zokugcina izimpahla zabaphuma emazweni angaphandle.

Abanikazi bezitolo bakhala ngobugebengu emakhaya

Ezindaweni zasemakhaya e-Limpopo kuliwa impi yobugebengu.

Ningamukele ngezandla ezimhlophe ezigodini zenu

U-Everson Luhanga uthi udlame olumphoqe ukuba aye e-Limpopo. Kule ndawo, ubone ukuthula nempilo yasemaphandleni, naphezu kobunzima bomnotho kanye nemizabalazo yansuku zonke.

Kungani abantu bengavuli ama-tuck shops emakhaya?

Njengoba ukuntuleka kwemisebenzi kusaqhubeka nokucekela phansi abantu bendawo e-Limpopo  kungani bengakwazi ukungena emnothweni wokuvula izitolo?

Umbiko kaZondo usola uDuduzane ngenkohlakalo

Umbiko wokugcina woMphathi wamaJaji uRaymond Zondo uphakamise ukuthi amaphoyisa aphenye ngokubandakanyeka kukaDuduzane Zuma nezelamani zakwaGupta.

Isindiswe ngunina ingane ebizibulala

Umfundi owenza ibanga lesihlanu esikoleni samabanga aphansi e-Zanemfundo eKapa ubefuna ukuzibulala ngesikhathi esindiswa unina othole incwadi yakhe ayibhalile.

Kuvalwe imitholampilo ngenxa yezigebengu eKapa

Kuvalwe imitholampilo emine nomtapo wolwazi eKapa ngemuva kokugetshengwa kwabasebenzi bekhonjwa ngezibhamu.

OkaZondo usola abakwa-Gupta ngenkohlakalo

Umbiko wokugcina wokuLawulwa koMbuso uveze ukuthi umndeni wakwaGupta wanikezwa imali elinganiselwa ku-R15.5 billion izinkontileka ezingekho emthethweni, iningi lazo eziphuma kwa-Eskom nakwa-Transnet.

Kuphelile ukugqokwa kwezifonyo kuleli

Akusadingeki ukuthi abantu bakuleli baqhubeke ngokugqoka izifonyo.

Ingebhe kutholakala onengxibongo yezinkawu

UNgqongqoshe wezeMpilo uJoe Phaahla ukuqinisekisile ukuthi elakuleli seliqophe ukuthelelana kwayo kokuqala ngengxibongo yezinkawu.