Izinkunzi zase-Soweto azikwazanga ukunqoba

0
I-Kaizer Chiefs ne-Orlando Pirates zehlulekile ukuqoqa amaphuzu aphezulu ekhaya emidlalweni yabo ngoLwesibili ntambama.

IUnited ingahle ilahlekelwe yindawo yayo ephezulu – kodwa usuku olulodwa kuphela

0
IManchester United ingazithola isiya emdlalweni wangoLwesithathu ihleli endaweni yesibili. Indawo yabo ephezulu kungenzeka ithathwe yiManchester City uma iCity inganqoba ngoLwesibili.

Iqembu le-ANC liyenqaba ukugxeka ngodlame olubhekiswe kwabokufika

0
Iqembu elibusayo eNingizimu Afrika selinqabile ukugxeka udlame ngemuva kokuthi iqembu labantu abangamashumi amathathu lishise izitolo zabokufika enkabeni yedolobha laseThekwini izolo.

EBESIMTHANDA KODWA USESISHIYILE: Magezi Hlungwani (1948 – 2021)

0
Ngesikhathi esakhula uMagezi Hlungwani wayethanda isibhakela futhi wayekhuthazwa nguMuhammad Ali, owaziwa ngokuthi “uhamba phambili kunabo bonke”.

ININGIZIMU AFRIKA IPHELELWA NGAMABHOKISI OKUNGCWABA

0
Izindawo zokungcwaba eNingizimu Afrika yonkana ziphelelwa amabhokisini okungcwaba njengoba izidumbu zinqwabelana ngenxa yesifo se-Covid.

I-State Security Agency yakhokha izigidi “ngokugcinwa” kukaZuma nokukhokhela amajaji, kutshelwa uZondo

0
Uphenyo lokulawulwa kombuso obelungoMsombuluko luzwile ukuthi uphiko lwe-State Security Agency (i-SSA) i-Special Operations lukhokhele izigidi zamarandi kulowo owayenguMengameli wezwe uJacob Zuma phakathi kowezi-2015 nowezi-2017.

UNdunankulu waseMpumalanga “uyazisola” ngokungasigqoki isifonyo

0
UNdunankulu waseMpumalanga, uRefilwe Mtsweni-Tsipane uvumile ukuthi unecala ngokungasigqoki isifonyo emngcwabeni kaNgqongqoshe wehhovisi likaMengameli uJackson Mthembu.

ULampard uxoshiwe njengomqeqeshi weChelsea

0
IChelsea isixoshe umqeqeshi wayo uFrank Lampard kanti bese bevele sebekhombe uThomas Tuchel owayengumqeqeshi weParis Saint Germain ozongena esikhundleni sakhe.

Scrollacast

0
sikwethulele umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla ezifundwa nguZuzile Ndlela
Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Chiefs ayisikhohliwe isiqalekiso se-Baroka

0
Kungenzeka ukuthi bekuyisizini edlule, kepha i-Kaizer Chiefs ayikakhohlwa ukuthi i-Baroka yenzeni kuyona emdlalweni wokugcina we-Premiership ngesizini edlule.