By Everson LuhangaIndoda eneminyaka engama-26, uSakhe Qomiyana wokhele umkhukhu ngomlilo e-Alexandra ngoba intombi yakhe yala ukumnika imali yokuyothenga umqombothi.Njengamanje ulele esbhedlela usezinhlungwini- zezilonda zokusha kanye nezibazi ngenxa yokushaywa ngamalungu omphakathi othukuthele.Intombi kaSakhe uZimkhitha Phindani utshele abakwa-Scrolla.Africa ukuthi isoka lakhe licishe lambulala kanye namadodakazi akhe amabili. "Angisamthandi nje sdalo."Angfuni ukuphinde...