Yenzani izingane eziningi, i-China itshela isizwe

0
Ekushintsheni inqubomgomo eqopha umlando, i-China isimemezele ukuthi izovumela izithandani ukuba zibe nezingane ezintathu, isuke kulezi ezimbili ezazivunyelwe phambilini.

U-Eugene we-Trompies ukhethe umngcwabo kaMjokes ukuhlasela iminyango yezobuCiko baseNingizimu Afrika

0
Umngcwabo welungu leqembu le-Kwaito u-Emmanuel "Mjokes" Matsane ububanjwe ngoMgqibelo, kanti bekungewona umngcwabo othule futhi odabukisa kakhulu wonke umuntu abewulindele.

Umculi we-Gospel ukhiphe i-albhamu

0
UThuso Mojatau, ozibiza ngomculi we-gospel ehlukile, ukhiphe i-albhamu yakhe yokuqala, umzamo wobuciko wokuchaza ukuqonda kwakhe inkolo ngamazwi ezingoma zakhe.

Kuzoba ngokokuqala ngqa: impilo ngaphandle kukaGavin Hunt

0
IKaizer Chiefs izongena enkundleni ngoLwesithathu okokuqala ngqa selokhu kuxoshwe umqeqeshi uGavin Hunt ngoLwesihlanu olwedlule.

Lifezekile iphupho likaMaswanganyi lokungenela imidlalo yama-Olimpiki

0
Lokho okwake kwaba yiphupho elikude lomuzwa kumgijimi waseNingizimu Afrika, uPhathutshedzo Shaun Maswanganyi, selifezekile kulandela ukungena kwakhe kuma-Olimpiki ase-Tokyo e-Japan.

Iqembu alisenalo ithemba kimi – kusho uZidane

0
UZinedine Zidane uchaze ukusula kwakhe esikhundleni njengomqeqeshi weReal Madrid encwadini ayibhalele abalandeli.

Scrollacast

0
sikwethulele umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla ezifundwa nguZuzile Ndlela
Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Ngabe impilo yakhe njengomdlwenguli iqale eneminyaka eyishumi nantathu?

0
Uma etholwa enecala, uTshepiso Mabelane engaba ngumdlwenguli omncane kunabo bonke ezweni.

I-Gauteng isengozini enkulu yegagasi lesithathu – kusho uSolwazi uFrancois

0
I-Gauteng isengozini yegagasi lesithathu elibi, njengoba amacala enyuka aya ngaphezu kwezi-2 000 nsuku zonke esifundazweni kuphela.

Scrollacast

0
sikwethulele umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla ezifundwa nguZuzile Ndlela
Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.