Usedlulile emhlabeni umshayisibhakela obesemncane kakhulu ngemuva kokuphuthunyiswa esibhedlela

0
UJeanette Zacarias Zapata ongumshayi wesibhakela osemncane, ushonile ngemuva kwezinsuku ezinhlanu ashawa nge-Knockout kumjikelezo wesine ngesikhathi elwa noMarie Pier Houle.

Bekubhalwe injabulo yodwa ebusweni beqembu leBafana Bafana ngesikhathi ihlula i-Ghana

0
Ukunqoba okufanelekile kweqembu leBafana Bafana ngenkathi idlala ne-Ghana ngoMsombuluko ebusuku, isivele yakhuphukela phezulu ku-group G okubenza babe kwisigaba sokuqala sokungenela i-FIFA World Cup.

Umdlali webhola owazalwa e-Senegal usedlulile emhlabeni ngemuva kokuhlala kwikhoma iminyaka engama-39

0
Ngemuva kokuchitha iminyaka engama-39 ehleli kwikhoma, uJean Pierre Adams usedlulile emhlabeni.

Scrollacast

0
sikwethulele umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla ezifundwa nguZuzile Ndlela
Many women stay in abusive relationships because they have nowhere to go and are often financially dependent on their abusers

UZanele kaMagwaza-Msibi wendele kobabomkhulu

0
Umholi we-National Freedom Party nowayeyiPhini likaNgqongqoshe Wezesayensi Nobuchwepheshe, uZanele KaMagwaza-Msibi, udlule emhlabeni eneminyaka engama-59.

Kuntshontshwe amakhompuyutha anemininingwane yeziguli emitholampilo yaseGoli

0
Amakhompuyutha anemininingwane yeziguli atshontshwe emitholampilo yaseGoli emithathu kuleli sonto elidlule.

Abaqambe amanga ngokweqa imithetho ye-Covid bakhishwe enkundleni ngemuva kwemizuzu eyishumi yomdlalo we-Brazil ne-Argentina

0
Umdlalo phakathi kwezimbangi i-Brazil ne-Argentina umiswe ngomzuzu weshumi ngabasebenzi bezempilo abagasele enkundleni ngeSonto ntambama.

I-ANC inikezwa elinye ithuba njengoba i-IEC inweba umnqamulajuqu wokubhaliswa

0
Ngokuhamba kwesikhathi, iKhomishini Yokhetho Ezimele (i-IEC) isinikeze i-ANC elinye ithuba lokuletha uhlu lwabazongenela ukhetho.

INkandla ilungiselela umcimbi omkhulu wokukhululwa kukaZuma

0
I-Jacob Zuma Foundation kanye nomndeni wowayenguMengameli bahlela ukuba nomcimbi omkhulu emzini walowo owayenguMengameli obiza izigidi ezingama-R250 eNkandla eNyakatho ne-KZN.

Uhulumeni waKwaZulu-Natali ubengafuni kugujwe umkhosi womhlanga kulo nyaka

0
Uhulumeni waKwaZulu-Natali usehoxise uxhaso lwakhe abelufaka uma kwenziwa imicimbi yasesigodlweni saseNdlunkulu ngenxa yezingxabano ezikhona zokubangwa kwesihlalo sobukhosi.