Izinhlaka ze-ANC zibanga ukuthi ngubani ozophatha e-KZN

0
Lowo owayeyiMeya yeTheku uZandile Gumede nomsekeli oqotho kaMengameli uCyril Ramaphosa, uThabani Nyawose, basemzabalazweni wesifunda esikhulu se-ANC - futhi kunomthelela ezweni lonke.

Udlame ePhalamende lase-Afrika

0
Kuqubuke udlame ngesikhathi kunePhalamende le-Pan-African (PAP) ngoLwesibili, kulandela ingxabano mayelana nendlela okuvotwa ngayo.

“UTycoon” uzosebenzisa imali yomklomelo ukuqedela amalobolo engoduso

0
Umpetha omusha we-WBA Pan African junior featherweight osanda kuthweswa umqhele u-Innocent “Tycoon” Mantengu, uveze ukuthi uzosebenzisa le mali yomkomelo ukushada unkosikazi wesibili.

Ngabe okhokho bangasiza ekulweni nobugebengu? ISangoma sixazulula icala lokugqekeza elihlule amaphoyisa

0
Ngemuva kokuthi amaphoyisa ehlulekile ukulandela umkhondo we-trailer yakhe eyebiwe, uDhumisani Itayi wacabanga ukuthi sekufana nokuthi sekuphelile. Wayengazi ukuthi ukucela usizo lweSangoma sendawo kwakuzomholela ezigebengwini, kanye nakwi-trailer yakhe.

Ubabekazi wasebukhosini uthukuthelise isizwe samaZulu

0
INkosazana uThembi Ndlovu, owaziwa ngo "babekazi ongumshokobezi waseNdlunkulu," umemezele ngempelasonto ukuthi iNkosi yangempela ayikaziwa namanje, okuyinto ethukuthelise isizwe samaZulu kulo lonke izwe.

UDonald Trump ufuna ukuba ngumengameli futhi ngoNcwaba

0
OwayenguMengameli waseMelika ongaphilile ngokomqondo uDonald Trump, ubelokhu etshela abantu ukuthi ulindele ukubuyiselwa esikhundleni sokuba nguMengameli ngoNcwaba.

USupra Mahumapelo uxoshwe emhlanganweni obusePhalamende

0
USupra Mahumapelo wake waba ngusopolitiki onamandla, kodwa manje ubonakala sengathi ulahlekelwe ukwesekwa okukhulu esifundazweni sase-North West.

UNkulunkulu unginike ithuba lesibili kusho ungqongqoshe wase-Uganda kuqothwa umndeni wakhe

0
Oshayasibhamu abebehamba ngezithuthuthu bavulele ngenhlamvu emotweni ebihamba uNgqongqoshe Wezokuthutha e-Uganda, uGeneral Katumba Wamala, ngoLwesibili, babulala indodakazi yakhe, uBrenda Wamala, nomshayeli wakhe uHaruna Kayondo. Ungqongqoshe ulimale emzameni wokubulala.

Abadobi bathole igolide elibiza izigidi ezingama-R20 esiswini somkhoma

0
Iqembu labadobi abavela e-Yemen, elinye lamazwe ampofu kakhulu emhlabeni, liwele phezu kwengcebo ebiza izigidi ezingama-R20 esiswini sesidumbu somkhoma.

Omakhelwane basebenzise izibonelelo zabo ze-Covid ngokuhlakanipha

0
Imali yabo yesibonelelo sama-R350 se-Covid-19 babesithola, kodwa sasincane kakhulu kunemali ababeyidinga ukuze baphile.