Izindaba Scrolla

Kushone indoda enamandla yase-Ghana uJerry Rawlings

Bambalwa osopolitiki asebeke baphatha isikhathi eside njengoMengameli wase-Ghana uJerry Rawlings. URawlings ushonele enhlokodolobha i-Accra ngoLwesine. Ebhekwa njengensizwa ekhaliphile, waqala ebuthweni lamasosha lamabhanoyi. Wabe eseqala umsebenzi wezepolitiki owathatha...

Isandla esipholisayo somculo

Ukwelashwa ngomculo kweziguli ezigula ngengqondo sekuyinto enkulu emhlabeni wonke.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Amandla kaphayinaphu

Ubizwa ngoPhayinaphu. Uyisishoshovu sesimo sezulu, ohamba engafake zicathulo futhi ehamba ngeveni eyi-Kombi ewolintshi.

“SISADINGA UMUNTU ESINGAKHALA KUYE,” KUSHO UMVOTI OKHETHWENI LOKUCIBIYELA

Engxenyeni yaseMlazi esigcemeni sakwa-C kuWadi 81 eThekwini, isakhamuzi uZamokuhle Ngcobo uthe uyavota ngoba badinga ikhansela elizolalela libhekane nezinkinga zabo.

UGogo ulume ulimi lomdlwenguli

Uneminyaka engama-65 ubudala futhi uyiqhawe esigodini sangakubo.

Usaziwayo wase-Nigeria uDavido umemezela ingoma yakhe ethi-A Better Time

Kube yisihogo sonyaka - kanti isihlabani se-Afro-pop uDavido uhlaba umxhwele ngealbhamu yakhe entsha ethi-A Better Time.

IBafana ihlose ukuthola amaphuzu aphezulu

Kunomoya womlingo ekhempini yeBafana Bafana ngaphambi kwemidlalo yabo ne-Sao Tome ne-Principe kule mpelasonto ezayo.

Izingozi ezethusayo zigubuzele isikhathi sikaKhisimusi e-KZN

Izikhulu zaKwaZulu-Natali beziphithizela zizama ukulungisa ngemuva kokuthi kushone abanye abantu abayi-14 ngenkathi kushayisana amaloli amabili netekisi ngoMsombuluko.

UMKLOMELO WAKWA-SCROLLA WOKUBAMBA INHLANZI ENKULU ENGU-ACE MAGASHULE

Ekuqaleni kwenyanga sethule umncintiswano wokuqagela ukuthi iyiphi "inhlanzi enkulu" ezoboshwa ngokulandelayo ngokulawulwa kombuso.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Liwile iqhawe

UMcwaningi Mabhuku Jikelele uKimi Makwetu, oneminyaka engama-54, ushone ngoLwesithathu ngemuva kwesikhathi eside ephethwe yisifo somdlavuza, kumemezele ihhovisi lakhe ngoLwesithathu.