Izindaba Scrolla

Izigelekeqe zibabamba kanjani odokotela base-Soweto

Cishe zonke izindawo zodokotela ezihlaselwe zingama-30 muva nje, izigelekeqe ziya emtholampilo zenze sengathi ziyagula.

Abahlaselwa ngamasoka abo

Ukugula okubi kudlangile eNingizimu Afrika. Kepha lokho akusho lutho ngendaba yokuhlukunyezwa ngokomzimba nangokomoya abesifazane ababhekana nakho.

Ukuhlukumezeka kwempilo kaOvuwa Ramafamba

U-Constable Ovuwa Ramafamba usebenzela esiteshini samaphoyisa esiseVuwani e-Limpopo. U-Constable Ramafamba uthi ubehlukunyezwa izandla zesoka lakhe futhi unenhlanhla yokuthi usindile.

Uma isinqandamathe sakho sesiphenduka isilwane

Isangoma uLanga Libalele uthi ngemuva kwezinyanga ezimbili eshiye isoka lakhe elalimhlukumeza, wezwa ukuthi uboshelwe icala lokubulala. Kuthiwa wagwaza wabulala intombi yakhe entsha.

Ukuphumela obala ngokuhlukunyezwa

Ukuphumela obala ngokuhlukunyezwa Inxenye yesithathu yomculi ohlukunyezwa yisoka lakhe Hlangana noBusisiwe Mhlanga.

IJerusalema ingoma eshisa izikhotha emhlabeni jikelele

Emhlabeni wonke jikelele, abantu abaningi badansela ingoma yodumo iJerusalema. Le ngoma eshisa izikhotha yenziwe nguMaster KG, izwakala ithandwa futhi ilalelwa kwezinye izindawo ezingalindelekile.

IOrlando Pirates izilela ukwedlula emhlabeni kwenkosikazi yesibili kaIrvin khoza

Usihlalo we-Premier Soccer League uIrvin Khoza kanye neqembu lakhe leOrlando Pirates bazilela ukudlula emhlabeni kwenkosikazi yesibili ka Khoza uMatina Elsie Khoza.

Abasebenzi bezindawo zokudlela babhikishela ukuvalwa kotshwala

Oweta, abesebenzi bezindawo zokudlela nabanikazi bamapulazi amawayini bahambele imigwaqo ngoLwesithathu bekhalaza ngokuvalwa kotshwala.

INingizimu Afrika ikhungethwe yifu elimnyama

INingizimu Afrika iphetha ngokuvala isahluko sayo somlando ngokushona kowokugcina kwabayi-11 ababemangalelwe ecaleni lokuvukela umbuso.

I-DRC izophuma kumvalelo we-Covid-19

I-Democratic Republic of Congo izophuma kumvalelo we-Covid-19.

Inkonjane iwele enkundleni Ngesikathi siphekwa ngemibuzo isikhulu sase-Nigeria siqulekile – noma engabe kwenzeke ngempela yini lokhu?

UDaniel Pondei, inhloko ye-ejensi yokuthuthukisa uhulumeni, ubephekwa ngemibizo ikomidi lephalamende.

Isiguli saseThekwini sithole i-Covid-19 kabili

Udokotela waseThekwini uthi esinye seziguli zakhe sihaqwe i-Covid-19 kabili ezinyangeni ezintathu.