Sign in
Join
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Sign in
Welcome!
Log into your account
your username
your password
Forgot your password?
Create an account
Sign up
Welcome!
Register for an account
your email
your username
A password will be e-mailed to you.
Password recovery
Recover your password
your email
Search
Menu
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Search
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Izindaba Scrolla
Inhlangano elwisana nobugebengu igasele esakhiweni sezidakamizwa yafica izingane ezisencane cishe ezibalelwa kwezingama-40
Kutholakale indawo yezidakamizwa ngaphandle kwase-Polokwane e-Limpopo. Lapho kutholwe nezingane ezineminyaka cishe eyi-11 zibhema izidakamizwa.
Ukungalingani ngokwebala kukhulu ukudlula ngendlela obucabanga ngayo
Liya ngokukhula igebe phakathi kwabantu abamnyama abahluphekayo eNingizimu Afrika nabamhlophe abacebe kakhulu eNingizimu Afrika.
Owesilisa ugwazwe wabulawa empini yase-Alex yezinyokanyoka
Owesilisa obexhuma izintambo zikagesi ngokungemthetho e-Alexandra ugwazwe wabulawa ngoLwesihlanu, nokusolakala ukuthi ubulawe imbangi yakhe engumholi wezinyokanyoka.
Abahlali bakhala ngekhansela eliqokwe i-ANC njengoba bethi angeke balivotele
Ngonyaka odlule uLindelwa Penisi waxoshwa njengomphathi wehhovisi le-ANC kumasipala wase-Raymond Mhlaba ngokubiza amalungu omphakathi ayebhikisha njengabafana abangasokile.
Asikho isiqiniseko sokuthi uZuma uzobonakala yini enkonzweni yomkhuleko ozobe usenkandla emzini wakhe
Abeseka uJacob Zuma bangaya emzini wakhe oseNkandla ukuze bamamukele njengoba ephuma ejele, kodwa angeke bamthinte.
Uxhaso lokuqiniswa komdlalo we-chess wabesifazane luwela phansi
Isivumelwano esisha soxhaso sibukeka sisazonyakazisa izinto emdlalweni we-chess futhi sihehe abesifazane abaningi kulo mdlalo ongamelwe kahle. Lesi sivumelwano nokho esenkampani yokukhulisa amabele, futhi lokhu sekuqubule intukuthelo kubadlali bayo abaningi.
Abahlali basemkhukhwini badinwe bagane unwabu njengoba umasipala weTheku uzoxhasa amaqembu ezemidlalo
Inhlangano emele abahlali basemkhukhwini isabisa ngokuba nombhikisho omelene neqembu le-ANC kulandela isinqumo sikamasipala weTheku ngokuchitha izigidi ezingama-54 zamarandi ukuxhasa amaqembu ezemidlalo eThekwini.
I-thesis enobuhlakani yomfundi wase-UP imenze wathweswa iziqu ze-PhD
Umfundi weNyuvesi yasePitoli (i-UP) ogama lakhe linguMichael Barnes umangaze abahloli nge-thesis yakhe yakwa-masters ebinobuhlakani obukhulu ebenze bamnika iziqu ze-PhD.
Abaculi ababili base-Alex bahlanganise i-kwaito nama-piano ukwakha uhlobo olusha lomculo
Selokhu kwethulwa uhlobo lwama-piano endimeni yomculo, lolu hlobo selukhule kakhulu. Manje uReece Madlisa noZuma - abaziwa ngokuthi “AmaRoto” - babuyisele abathandi bomculo ezinsukwini zakudala zomculo we-kwaito owawudume kakhulu.
Kushone abane kwalimala inqwaba ngemuva kokuthi kudilike udonga emcimbini womshado
Kushone abantu abane kwalimala inqwaba ngesikhathi kuwa udonga emshadweni obuse-Limpopo ngoMgqibelo.
OwaseMelika ubambe ingwenya ngomgqomo kadoti omnyama
Ividiyo ethusayo esibukwe izigidi zabantu emhlabeni wonke, iveza owesilisa wase-Frorida eMelika ebambe ingwenya enolaka ngomgqomo omnyama oqhutshwayo.
I-SAFA isimemezele ukuthi abalandeli asebejovile bazongena mahhala emdlalweni weBafana bafana
Inhlangano yaseNingizimu Afrika yebhola (i-SAFA) isimemezele ukuthi bonke asebegomele i-Covid-19 bazongena mahhala enkundleni yomdlalo weBafana Bafana ne-Ethiopia njengoba bazobe belwela ukungena kwindebe yomhlaba mhla ziyi-12 kuMfumfu.
1
...
1,398
1,399
1,400
...
1,652
Page 1,399 of 1,652