Izindaba Scrolla

Kungani uBushiri engeke esabuya kwelakuleli

Zonke izinkomba zikhomba ukuthi lowo ozibiza ngomphrofethi uShepherd Bushiri akakuhlelile ukuthethwa kwamacala akhe eNingizimu Afrika.

Bangaphezu kwezinkulungwane ezinhlanu ababulawa ezinyangeni ezintathu zomvalelo

Yize bekukhona amaphoyisa namasosha emigwaqeni phakathi kukaNtulikazi noMandulo, isilinganiso sabantu abangama-57 babulawa nsuku zonke.

IBanyana Banyana ivikele isicoco sayo se-Cosafa

IBanyana Banyana ithwese isicoco se-Champions of the Cosafa Women Championship okwesine kulandelana ngokunqoba ngamagoli amabili kwelilodwa ngesikhathi idlala neBotswana kowamanqamu eNelson Mandela Bay Stadium.

I-Ethiopia isondele empini yombango

Kuqhuma impi yombango e-Ethiopia, umdondoshiya wezomnotho enyakatho nempumalanga yeAfrika.

Ughebhezi oluneminyaka eyizigidi ezimbili ubudala lutholakale eNingizimu Afrika

Kutholakale ughebhezi oluneminyaka eyizigidi ezimbili lomzala womuntu emgedeni ngaseGoli.

Ubani othole inhlanzi enkulu – abaphumelele emncintiswaneni wekhomishini kaZondo yakwa-Scrolla.Africa

Isikhathi esiningi uzothola uPalesa ethe njo ocingweni lwakhe - ehlola ukuthi yiziphi ezihamba phambili kanye nokuthi kwenzakalani emhlabeni wezindaba zamanje.

I-Argentina ihlule i-New Zealand

Umhlaba webhola lombhoxo uzamazamile ngoMgqibelo ngesikhathi i-Argentina ihlula i-New Zealand ngo 25-15 ukuqopha ukunqoba kwabo kokuqala bedlala ne-All Blacks.

IBizana Pondo Chiefs ithweswe isicoco se-ABC Motsepe League

Iqembu lebhola iBizana Pondo Chiefs lithweswe isicoco se-Champions of the National ABC Motsepe League playoff kulandela ukunqoba ngamagoli amahlanu kwamane emdlalweni wabo ne-Pretoria Callies.

Ithuba lokugcina lokumisa ukunyathela kwama-Bulls

Le yimpelasonto yokugcina yamaqembu akulo mqhudelwano we-Super Rugby Unlocked ukuthi afune ukubanga isicoco ama-Bulls abaleka naso.

Amaphoyisa awazilawule

Ngaphambi kokhetho lwase-Ghana ngoZibandlela, umphathi wamaphoyisa enhlokodolobha i-Accra unxuse amaphoyisa ukuthi angazibandakanyi nocansi kakhulu kulezi nsuku ukuze bazoba namandla anele okusebenza.

Kubukeka kanje uma usekamelweni likaDonald Trump

UMengameli uDonald Trump usanqaba namanje ukwamukela ukuthi wehluliwe okhethweni lwangesonto eledlule.

Ithuba lokugcina lokumisa ukunyathela kwama-Bulls

Le yimpelasonto yokugcina yamaqembu akulo mqhudelwano we-Super Rugby Unlocked ukuthi afune ukubanga isicoco ama-Bulls abaleka naso.