Izindaba Scrolla

Usizi lweNingizimu Afrika ngosuku lwesine

Ekupheleni kosuku lwesithathu lokuHlolwa phakathi kwamaProteas nePakistan e-The National Stadium e-Karachi, bekusenenhlansi yethemba lokuthi amaProteas angakhipha unogwaja esigqokweni - kodwa lokho bekunguLwesine.

UJake White uxwayisa amaSharks uthi: “Sigijimiseni, uma ninesibindi!”

Bambalwa abalandeli bebhola lombhoxo abazokuphika ukuthi iThe Blue Bulls neThe Sharks yiwona amaqembu afanelekile ukudlala umdlalo wamanqamu we-Carling Currie Cup e-Loftus Versfeld ePitoli ngoMgqibelo.

IPirates neChiefs izohlangana kwi-Soweto derby

Umqeqeshi weOrlando Pirates, uJosef Zinnbauer ukhethe umgadli weKaizer Chiefs uSamir "Kokota" Nurkovic njengomuntu oyingozi kubadlali abangabavikeli eqenjini lakhe.

Akasekho umbulali entabeni

Izinyanga eziyisithupha - phakathi kukaMfumfu kowe-2017 noNhlangulana kowe-2018 - izivakashi, abagibeli bezintaba, abathanda ukukhempa kanye nabaqaphi bezinyoni bebesaba kakhulu ukuya e-Silvermine Nature Reserve e-Table Mountain National Park.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

UChristiano Ronaldo usenkingeni ngokwephula imithetho yomvalelo

UChristiano Ronaldo angaba senkingeni ngenxa yokwephula imithetho eqinile yase-Italy yomvalelo ngokuthatha uhambo eyoncebeleka nentombi yakhe.

Isangoma esincane

UKagiso Mampane oneminyaka eyishumi nanye wemukele isipho sakhe wase ethatha isinqumo sokulalela isifiso sikamamncane wakhe.

“YEKANI AMANGA. NIMUBULALE NGENDLALA”

Abazali bakaShonisani Lethole abanakungabaza ukuthi isibhedlela i-Tembisa sabulala indodana yabo ngendlala, nokuthi isibhedlela siqambe amanga futhi siyaqhubeka nokuqamba amanga ngokwenzekile.

I-Liverpool yehlela ezansi njengoba i-Manchester City ikhuphukela endaweni yokuqala

I-Tottenham Hotspur ingadalela i-Liverpool usizi oluningi ngemuva kokuqala kabi kowe-English Premier League kulonyaka.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Imizi yaseVenda isihlukene njengoba ibhuloho elineminyaka engama-80 ubudala liwile futhi

Ibhuloho elisezingeni eliphansi e-Limpopo, elakhiwa ngowe-1940, belingenakulinganiswa nezikhukhula ezilethwe iSiphepho u-Eloise.

Umshana kaZuma usabalekela amaphoyisa

Umshana kaMengameli wangaphambilini uJacob Zuma, uMuzi Zuma, ungumsolwa omkhulu ngokubulawa kwentombi yakhe ngowe-2018.