Izindaba Scrolla

IGugulethu neNingizimu Afrika zizilela uAnele

UKUFA kuphuce abathandi bebhola base-Ningizimu Afrika elinye lamagugu abo kumdlali wasemuva we-Bafana Bafana uAnele Ngcongca.

Scrollacast 1124

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

UMkhulu oneminyaka eyikhulu unovalo njengoba ebona ontanga bebulawa yi-Covid

UMkhulu uSindile Sidina ubuka abantu abadala basendaweni yangakubo beshona. Njengoba ebona amabhokisi ecwila enhlabathini, uMkhulu wesaba ukuthi angahle alandele.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Amagoli ayisikhombisa aya ku-Sundowns

Esanda kushaya igoli lakhe lokuqala leBafana Bafana bebhekene ne-Sao Tome ngoMsombuluko owedlule.

Owesilisa udutshulwe wabulawa endlini yakhe

Ekuqaleni konyaka uWelile Yamaphi wasinda ekufeni ngesikhathi ecishe eshiswa umlilo waze washona - kodwa ngeSonto ekuseni udutshulwe wabulawa, enamanxeba ayisishiyagalombili ezinhlamvu, ngemuva kwezinyanga ezine esanda kungena endlini yakhe yomxhaso.

Kuthungathwa abasolwa abahlasela amaloli

Amaphoyisa ase-Free State athungatha abasolwa ababhekene necala lokudubula abashayeli bamaloli nokushisa amaloli amahlanu ngoMgqibelo ebusuku.

Ukhuleliswe “nguMoya oNgcwele”, owesifazane uthi cha kwezocansi nomyeni

Owesilisa wase-Zambia ufuna isehlukaniso ngemuva kokuthi umprofethi etshele umkakhe ukuthi agweme ukuya naye ocansini. Uthe umkakhe wamtshela ukuthi umithiswe nguMoya oNgcwele!

Ukubambela abantu ulayini ibhizinisini elisha

Wenzanjani uma udinga ukuqala ulayini wokukhokhelwa kwa-SASSA noma kwa-Home Affairs ukuthola i-dokhumenti ngehora lesithathu ekuseni - kodwa futhi udinga ukunakekela umndeni wakho noma uye emsebenzini?

Izindawo zokucima ukoma e-West Rand zizovalwa ebusuku ukuvimba amaqembu ezigelekeqe

Abanikazi bezindawo zokucima ukoma bahlanganyele empini yokulwa nobugebengu nokubulawa kwabantu okuhlobene nezigelekeqe za-Besotho e-West Rand kasis.

I-Covid iqothula abaholi baseMpumalanga Kapa

Lezi zikhulu eziphezulu ezilandelayo eMpumalanga Kapa zidlule emhlabeni ngenxa ye-Covid.

Owayengumsizi kaAce uzoba ngufakazi wombuso, kusho i-NPA

Isiphathimandla Sezokushushisa Kuzwelonke (i-NPA) siyichithile imibiko yangempelasonto yokuthi lowo owayengumsizi kaAce Magashule ngeke esaba ngufakazi ecaleni lakhe.