Sign in
Join
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Sign in
Welcome!
Log into your account
your username
your password
Forgot your password?
Create an account
Sign up
Welcome!
Register for an account
your email
your username
A password will be e-mailed to you.
Password recovery
Recover your password
your email
Search
Menu
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Search
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Facebook
Instagram
Twitter
Home
English
Ezombusazwe
Ezemidlalo
Imisebenzi
Ukushintsha Kwesimo Sezulu
Izindaba Scrolla
Angeke kube nomcimbi wokwamukela owayenguMengameli uJacob Zuma
Abalandeli kanye nabaseka uJacob Zuma bafuna ukwenza umcimbi omkhulu ukuze bamukele kahle uZuma ekhaya lakhe eliseNkandla - kodwa umndeni wakhe uyanqaba ukuthi kube nomcimbi okwamanje.
Owesifazane wokuqala omnyama uqokwe njengoMphathi wakwa-Clicks
Ngemuva kokusula kukaVikesh Ramsunder njengoMphathi wakwa-Clicks, isitolo esihamba phambili ngokudayisa izinto ezinempilo nezobuhle siqoke umphathi waso wesifazane wokuqala uBertina Engelbrecht ekuqokweni okungumlando.
Ingane kaDj Zinhle esanda kuzalwa isinabalandeli abayinqwaba ku-Instagram
Ukutetwa kwengane entsha emndenini kunganyusa izindleko, imali yesikole, ukuthola umuzi omkhulu noma ukwakha elinye igumbi, kodwa ukuzalwa umzali odumile njengoDj Zinhle ungafaka i-Instagram kuhlu lwezinto ezidingekayo.
Isize yamugweba inkantolo umfundisi owayesolwa ngokudlwengula amalungu ebandla
Umfundisi uBafomba Willy Emeka obephethe ibandla elibizwa nge-God is Love Ministries ugwetshwe iminyaka engama-37 esejele ngoLwesithathu oludlule, njengoba inkantolo imthole enecala lokudlwengula abesifazane abahlanu kusukela ngonyaka wezi-2015 kuyela kunyaka wezi-2018.
Iphoyisa lase-Kenya ebelikwi-coma izinyanga eziyisishiyagalolunye liphaphame selixoshiwe emsebenzini
Ngesonto eledlule, iphoyisa livuke kwi-coma yezinyanga eziyisishiyagalolunye esibhedlela sase-Nairobi, lathola ukuthi lixoshiwe emsebenzini, labekwa icala lokungayi emsebenzini futhi sekukhishwe nencwadi egunyaza ukuboshwa kwalo.
Usaqhubeka ngokumangalela iqembu le-Nirvana ngokululaza isithunzi sakhe
Ukubungaza iminyaka engama-30 yokukhishwa kwe-album yesibili yeqembu laseMelika elizibiza nge-Nirvana abakhiphe i-album inesihloko esithi-Nevermind mhla zingama-24 kuMandulo, umlandeli wase-Australia ophinde abe ngumshayeli womdlalo wamabhayisikili e-Adelaide, udwebe ingane isendaweni yokubhukuda, ibhukuda ngemuva kwemali eyi-dollar elengiswe kudobo lwenhlanzi oluyisithombe esifakwe kwi-GPS, waphinde washayela ibhayisikili amakhilomitha ayi-150 edolobheni elandela umdwebo wobuciko obudwetshiwe esithombeni.
UMo Abudu ongumenzi wamafilimu wase-Nigeria wabelana ngamafilimu ase-Nigeria emhlabeni wonke
UMo Abudu usememezele ukufika kwakhe emkhakheni we-Netflix ngemuva kokuba inkampani yakhe ibe ngeyokuqala e-Afrika ukusayina i-multi-title film kanye nesivumelwano sikamabonakude nendawo okusakazwa kuyo.
Ingqungquthela ye-UN ithe indlala ingahle iphele ngowezi-2030 emhlabeni
Ezolimo emhlabeni-jikelele zibhekene nomsebenzi omkhulu. Kumele zilwele ukuqeda indlala yomhlaba futhi zondle inani lomhlaba elikhulayo, kanti konke lokhu kumele bakwenze njengoba belwa nenkinga yesimo sezulu.
Usekulungele ukubuyela enkundleni u-Osaka
UNaoimi Osaka usekulungele ukubuyela enkundleni ngemuva kokuthatha ikhefu ngenxa yokuphazamiseka kwengqondo yakhe.
I-All Blacks ifuna ukunqoba emdlalweni wayo namaBhokobhoko ku-Rugby championship
I-All Blacks ifuna ukukhombisa ukubusa kwayo ngokuhlula amaBhokobhoko emdlalweni wabo wokugcina we-Rugby Championship okungabanika ukunqoba kwesithupha emidlalweni eminingi asebeyidlalile.
UHakuho, umsubathi we-Sumo ohamba phambili kunabo bonke ushiya umsebenzi wakhe
Umqhudelwano we-Sumo ulahlekelwe kakhulu njengoba uHakuho, umsubathi ohamba phambili kunabo bonke owake wabonwa kulo mdlalo, eshiya emsebenzini wakhe wobukhazikhazi.
Izikhulu ze-Premier League zicabanga ukudlala imidlalo yeligi emazweni aphesheya kwezilwandle
Sekuvezwe ukuthi, abaphathi be-English Premier League bacabanga ukudlala imidlalo yokuncintisana emazweni aphesheya kwezilwandle emhlabeni jikelele eminyakeni embalwa ezayo.
1
...
1,261
1,262
1,263
...
1,510
Page 1,262 of 1,510