Izindaba Scrolla

U-anti uNellie – ungowokuqala oshone ngobuqhawe babasebenzi bethu bezempilo

Umhlengikazi uPetronella Benjamin wayaziwa njengo “Aunty Nellie” kubo bonke ozakwabo kanye neziguli zakhe e-Cape Town Reproductive Clinic e-Golden Acre.

Osomabhizinisi be-Covid – Benza ubugebengu ngesikhathi abantu beshona

Kanti akwanele ukuba nobhubhane olubulalayo, nomnotho owonakele… Esinye sezici ezimbi kakhulu zango-2020 kube yihlazo lezinto zokuzivikela zomuntu siqu (ama-PPE).

Umkhankaso wokuthi izimpilo zabantu abamnyama zibalulekile – “Asikwazi ukuphefumula”

Ngasekupheleni kukaNhlaba ividiyo yephoyisa elimhlophe lase-Minneapolis liklinya umuntu omnyama, uGeorge Floyd, washona ebekwe idolo emqaleni.

UZweli Mkhize – Udokotela okhulume ngqo nabantu

UDokotela uZweli Mkhize ube yisambulo kulo nyaka; umholi weqiniso futhi onekhono oqhamuka ku-ANC okhipha bonke abangawenzi umsebenzi, abakhohlakele nabangenasimilo.

Udlame ngokobulili – olunye ubhadane

UMengameli uCyril Ramaphosa umemezele udlame ngokobulili njengenhlekelele entsha kazwelonke ebhekene nezwe - kanye nobhubhane lwe-Covid-19.

Imililo eyingozi nokufudumala emhlabeni wonke – okunye okusongela abantu

Ngenkathi unyaka wezi-2020 uzobhekwa njengonyaka lapho umhlaba waguqiswa ngamadolo yigciwane le-corona, olunye usongo ebantwini lwalusondele kakhulu.

UBushiri uMphrofethi obalekela umthetho

Ungumphrofethi wase-Malawi ocebe kakhulu futhi mhlawumbe uyena kuphela ongusaziwayo kakhulu ezweni lakubo.

UDkt Ugur Sahin noDkt Özlem Türec – ososayensi abagqekeze ikhodi ye-Covid ngejubane elincane

Ngezikhathi zasekuseni mhla ziyisishiyagalolunye kuLwezi kowezi-2020, izwekazi lonke laphefumula ngokubambisana. Ngemuva konyaka wezinhlungu, isizungu nobunzima bezomnotho, ukuphela kwase kuseduze. Umuthi wokugoma osebenzayo we-Covid-19 utholakele.

USlim Karim nososayensi baseNingizimu Afrika- baletha ukukhanya ngesikhathi esimnyama

Bonke bangamaqhawe namaqhawekazi, bezokwelapha baseNingizimu Afrika.

UJohn Pombe Magufuli – unyaka omuhle wabacindezeli

UMengameli wase-Tanzania uJohn Pombe Magufuli uwine ukhetho olwalukhungathekiswe ukurobha nobudlova.

UAce Magashule – i-ANC nenxabano engahlelekile mayelana noAce

UAce Magashule nguyena osinde kakhulu kwezepolitiki ngonyaka wezi-2020.