Izindaba Scrolla

Lowo ebesimthanda kodwa usesishiyile

UMthembelihle Mkhize ubengumuntu womkhuleko obethola amandla angempela ngokuya esontweni.

Ashu! Amaphoyisa ebamba iveni ebithwele utshwala obuningi

Ukuzama ukuhambisa utshwala ngeveni buye endaweni ephephile kuvele kwaba wumsebenzi obiza kakhulu.

Indoda yenziwa inhlekisa ngokugcwalisa itekisi layo ngomthwalo ongajwayelekile

Ngenkathi umshayeli wetekisi uSimon Duiker edinga ukuthuthelwa izitini ukunweba indlu yakhe wathola ukuthi amaveni okuqasha ayebiza kakhulu.

UThokoza Stocko – isangoma esiyi-slay queen

Isangoma esivela e-Midrand saziwa emphakathini waso njenge-Slaying sangoma futhi bayasibingelela ngokuthi “Thokoza Stocko” kunokuthi thokoza gogo.

Kuqhamuke ingwenya esibhedlela sase-Zimbabwe ngesikhathi samahora okuvakasha

Babiza uMengameli wase-Zimbabwe uEmmerson Mnangagwa ngengwenya kodwa bekuyilungu elihlukile lolunye uhlobo olungene esibhedlela e-Zimbabwe ngoMsombuluko.

Isilwane saseTembisa siqhathaniswa kanjani nabadlwenguli ababi kakhulu emhlabeni?

"Isilwane esiyingozi" okusolakala ukuthi sidlwengule okungenani abesifazane abangama-33 eminyakeni engaphezu kweyisithupha eTembisa saboshwa ngoZibandlela wezi-2019. Ubhekene namacala amaningi okubalwa kuwo elokudlwengula, ukuthumba nokubamba inkunzi phakathi kwamanye.

Uwill.i.am uyaxolisa ngokutshontshela uDJ Lag

Isihlabani somculi we-pop owine izindondo zaseMelika uwill.i.am usikhokhele isono sakhe sokutshontsha ingoma kaDJ Lag yangowezi-2016 yeGqom ethi ‘Iced Drop’ ngaphandle kokunikeza izimfanelo.

Ubabekazi ufuna umshana wakhe afunde isifundo ejele

Noma seyitholakele imoto yakhe ebiyebiwe ngeSonto, uKhunjulwa Ndlwayivulwa wenqabile ukusula amacala okweba abhekene nomshana wakhe.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

AmaLions azobhekana namaBulls kowandulela owamanqamu obubambezelwe yi-Covid

Umdlali wamaLions uBurger Odendaal ujabule ngokudlala neqembu lakhe langaphambilini kule mpelasonto.

HAMBA TRUMP!

UDonald Trump ubhekene nekusasa elifiphele njengoba elungiselela ukuphuma e-White House okokugcina ngoLwesithathu.

I-ANC ifuna ukulubambezela futhi udaba lukaAce

Ikusasa likaAce Magashule njengoNobhala weqembu elibusayo lizophinde lube udaba olubaluleke kakhulu uma iKomidi Eliphezulu le-ANC lihlangana kuleli sonto.