Izindaba Scrolla

Izimoto ezidingwa ngamaphoyisa zihleli azisetshenziswa ziqoqa uthuli

Ngesikhathi amaphoyisa ase-Bloemfontein ekhala ngezimoto zamaphoyisa ukuthi zenze umsebenzi wazo, uNgqongqoshe wamaPhoyisa uBheki Cele uzizwile izicelo zabo.

I-Tompi Seleka Agricultural College idinga usizo

Kunesikhathi lapho i-Tompi Seleka Agricultural College yayiyisikhungo esenza kahle kakhulu e-Limpopo. Kodwa leyo sekuyindaba endala.

Owesifazane waseMelika ofunelwa ukubulala ubuza amaphoyisa ngemali yomvuzo yokutholakala kwakhe ku-Facebook

Ngenkathi amaphoyisa ase-Tulsa eMelika efaka izithombe ezimbalwa zikaLorraine Graves ekhasini labo ku-Facebook, babengalindelanga ukuthi uLorraine uqobo aphawule ngazo.

I-Ticketpro Dome iyavalwa

Ngolunye usuku oludabukisayo embonini yezokuzijabulisa, i-Dome ithengiselwe iqembu elingasebenzi esikhaleni semicimbi.

Abaxhasi bakaRamaphosa abangaziwa bazohlala beyimfihlo

Abaxhasi bomkhankaso we-CR17 owaxhasa isicelo sikaCyril Ramaphosa sokuba ngumengameli we-ANC bazohlala beyimfihlo.

Inkampani yase-Gauteng ihlinzeka ngosizo emabhizinisini acekelwe phansi izigebengu

UHendrick Phaswana uyabazi ubuhlungu bokuqala phansi kabusha wakhe ibhizinisi – yingakho esiza osomabhizinisi bendawo e-Midrand e-Gauteng ukuthi bavuse amabhizinisi abo acekelwe phansi izigebengu.

Kuboshwe umdlali we-Everton osolwa ngokunukubeza izingane ngokocansi

Kuboshwe umdlali we-English Premier League ngoLwesihlanu olwedlule ngamacala okunubekza izingane ngokocansi.

Indoda ecebe kakhulu emhlabeni ibivakashele emkhathini

Cishe kube imizuzu eyi-11 ngoLwesibili, indoda ecebe kakhulu emhlabeni ivakashele emkhathini, okukhomba ukuqala kwenkathi entsha yabavakashi abacebile abazovakasha emkhathini.

Isikhulu sama-Olympic sikhala ngesinqumo esinzima ebesibhekene naso

Isikhulu sama-Olimpiki uThomas Bach uthi “ube nokungabaza” futhi “kungalaleki nasebusuku” ecabanga ngemidlalo yama-Olimpiki ase-Tokyo ebihlale iba sematheni eminyakeni edlule.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Owesilisa ushaye intombi yakhe enqabe ukuyontshontsha naye ezitolo

UNaledi Mfolo ushaywe kabuhlungu yisoka lakhe ngemuva kokuthi enqabe ukuhamba naye beyontshontsha ngeSonto ebusuku. Yize ebikele amaphoyisa ngalesi sigameko ngoMsombuluko, akukho zinyathelo ezithathiwe.

Umama onesibindi owahlenga ingane encane esakhiweni esivuthayo uhlushwa yingcindezi yokwenzekile nokugxekwa

Lesi sigameko sesiphenduke uphawu lwethemba ngemuva kokuphanga, udlame nokushona okugubuzele uMzansi.