Izindaba Scrolla

Owesifazane osindise umshana wakhe ononyaka owodwa ekudlwengulweni ubhekene necala lokubulala umdlwenguli

UYAVUTHA umphakathi wasesigodini saseQaga e-King Williams Town. Owesifazane oneminyaka engama-23 osindise ingane enonyaka owodwa kumdlwenguli wagqunywa ejele kanti uthweswe icala lokubulala.

Izimpawu zempilo endaweni engalindelekile

I-Venus inkanyezi ekhanya emahoreni okuqala asekuseni ngaphambi kokuthi kuphume ilanga. Kodwa kahle kahle iyipulanethi- ingeyesibili eseduze nelanga.

Umphakathi wase-Nigeria uthukuthele ngesenzo sikaTblak

Umlingisi omkhulu owaziwa ngokuqopha amafilimu anocansi uboshelwe ukwephula isiza esingcwele.

Umvalelo ucekela phansi abaculi baseThekwini

U-Club DJ nomculi womculo we-electro uSbi Techn, wasuka e-Krugersdorp waya eThekwini ukuze asondele kubalandeli bakhe. Phela iTheku, seliphenduke ikhaya lomunye umculo omnandi eNingizimu Afrika. Kepha-ke ubhubhane lwe-Coronavirus kanye nomvalelo kushintshe yonke into.

U-Miss Albinism eNingizimu Afrika, ungaphezu komncintiswano wonobuhle

Babizwa ngama-'aliens'. Abanye bayababulala ngoba bakholelwa ekutheni amalunga abo omzimba enza umuthi onamandla.

I-Alex ibumbene ifuna ubulungiswa ngokubulawa kukaJabulile

Bangaphezu kwama-200 abantu abeze ukuzokhalisa futhi bavalelise okokugcina entombazaneni yase-Alexandra ebulewe uJabulile Nkosi ngoMgqibelo.

UTrump uthe uMandela waphuphuthekisa iNingizimu Afrika

Wonke umuntu uyazi ukuthi uMengameli waseMelika uDonald Trump ucwasa abantu ngokwebala.

Iqembu lomphakathi othukuthele wehlulela umsolwa ngenkathi uthumba amaphoyisa

Amalungu omphakathi athumbe abaseshi ababili emikhukhwini yaseDali Mpofu eThembisa ngenkathi umsolwa eshayelwa ukufa ngamatshe.

Uprofesa “omnyama” uyavuma ukuthi ungumuntu omhlophe

Uprofesa omhlophe waseMelika uvumile ukuthi ubezenza umuntu omnyama iminyaka eminingi. UJessica Krug, ofundisa ngomlando waseAfrika nowaseMelika e-George Washington University, uxolisile ngokuzenza umuntu angasiye. Ngesikhathi somsebenzi wakhe...

Abakwa-Clicks babandlulula izinwele zabesifazane abamyama

Umnyango wezokumaketha wakwa-Clicks usanda kuthola izifundo ezimbalwa okufanele wonke umuntu azifake enhlizweni.

Indaba yenkomo yase-Soweto ingamanga

Abafundi abazimiselayo bavame ukuklonyeliswa ngosiba, incwadi noma isitifiketi ngomsebenzi wabo omuhle.

Umbulali uyakhuluma: “IMPILO YAMI YOBUGEBENGU NOKUBULALA

"Sibabulele, sibadlwengulile futhi sibaphangele izinto zabo kanye nokuthula ezimpilweni zabo"