Izindaba Scrolla

Ningayithathi kancane i-Uganda, kutshelwa abadlali bebhola lezandla

Abesifazane bebhola lezandla i-netball baseNingizimu Afrika banerekhodi lokunqoba ngo-10-2 bebhekene ne-Uganda, kodwa lokho akusona isizathu sokuzethemba ngokweqile.

UBenni ushayela iqembu lakhe ihlombe ngomdlalo omuhle

Umqeqeshi waMaZulu, uBenni McCarthy, uhalalisele abadlali bakhe ngesimo sabo sokungapheli mandla esivele sabenza babuthe ingcindezi emaqenjini ahamba phambili ku-DStv Premiership.

IBafana izodlalela abadlali abaphuthelwe umdlalo, kusho uWIlliams

URonwen Williams kulindeleke ukuthi abe ngunozinti uma iBafana Bafana isibhekene ne-Ghana emdlalweni wokuhlungela i-Africa Cup of Nations ngoLwesine e-FNB Stadium, e-Soweto ngehora le-6 ntambama.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Iqembu lamahlaya i-Ikorodu Bois libuyile nevidiyo entsha

Iqembu lamahlaya i-Ikorodu Bois libuyile, futhi libuye ngegiya eliphezulu njengoba kubonakala lilingisa izitayela ze-BMX ezenziwa ngontanga yabo.

OKlebe baphenya i-payola kwa-SABC

Lezi zinsolo ezihlale zinonwabu ze-payola kwa-SABC zikhuphule igiya.

UNdunankulu waseMpumalanga uthi uhlelo lwalo nyaka lwe-learnership lunamaphutha

UNdunankulu waseMpumalanga umemezele ukuthi, inqubo yokufundela umsebenzi wokuba yiphoyisa lomgwaqo kulonyaka ekolishi laseMpumalanga inamaphutha amaningi njengoba kungakaze kwenziwe uphenyo olufanele.

Umlingisi ku-Muvhango ukhuluma ngebhizinisi lakhe lezolimo

Mhlawumbe kwabanye ukulingisa yinto eseqhopheleni eliphezulu kunokulima, kepha umlingisi uGabriel Temudzani, uyithanda ngokulinganayo lemisebenzi yomibili.

UMakhadzi uyaziqhelelanisa ne-“Woza Summer” njengoba uSikorobho noLimpopo Boy bexabana

UMakhadzi uziqhelelanisile engomeni ethi “Woza Summer” kaLimpopo Boy.

Abadlali abasebancane bama-Proteas bayilungele imidlalo

Abadlali abasebancane esikwatini sama-Proteas kuzofanele basukume ngokushesha njengoba belungiselela iNdebe yoMhlaba ezoba ngowezi-2021 nowezi-2022 ye-ICC Men's Twenty20, kanye ne-ICC Men's World Cup ngowezi-2023.

Umqeqeshi weBafana uphoqeleke ukuthi enze izinguquko eqenjini

Umqeqeshi weBafana Bafana uMolefi Ntseki uphoqeleke ukuthi enze izinguquko ngemizuzu yokugcina eqenjini lakhe.

INingizimu Afrika ekugcineni iyayivala incwadi nge-AstraZeneca

UNgqongqoshe wezeMpilo uZweli Mkhize umemezele ngeSonto ukuthi iNingizimu Afrika isidayise imithamo yayo eyisigidi esiyi-1.5 yomuthi wokugoma i-Oxford-AstraZeneca, ngaphezu kwezinyanga ezimbili iwuthengile.