Izindaba Scrolla

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Bekufanele abe nguJenene. Kunalokho waba ngu-Pope

UTsietsi Daniel Makiti uyi"Pope" yesonto i-Gabola e-Evaton, lapho ibandla lakhe liduduzwa ngencwadi engcwele nangebhodlela likabhiya futhi. Okungaziwa kakhulu ngoMakita wukuthi uphinde abe ngukaputeni ophikweni lwamasosha kuleli (ku-SANDF).

UFix nomyeni wakhe asebenza naye bayashiya emsakazweni

Ngemuva kweminyaka eyisishiyagalolunye njengophathina, abaphathi bohlelo lwasemsakazweni oludumile uRob Forbes no-'Fix 'Moeti bashiya i-5FM.

IBafana yenza amalungiselelo okugcina njengoba izobhekana neBlack Stars

IBafana Bafana yenza amalungiselelo ayo okugcina njengoba izobhekana neGhana e-FNB Stadium ngehora le-6 ntambama ngoLwesine emdlalweni wayo wokuhlungela i-Africa Cup of Nations Group C.

Abangaphansi kweminyaka engama-23 balungiselela ama-Olimpiki

Ikhefu lamanje le-FIFA ngeke nje libone iBafana Bafana ilwela ithuba layo lokuhlungela i-Africa Cup of Nations ezoba se-Cameroon ngonyaka ozayo, kodwa futhi inika nomqeqeshi wase-Ningizimu Afrika wabangaphansi kweminyaka engama-23 uDavid Notoane ithuba lokuba nabafana bakhe ekhempini.

URonaldo usakulungele ukudlala ngokuzimisela, kusho umqeqeshi wakhe

Ingwazi kanobhutshuzwayo uCristiano Ronaldo ngeke aphazanyiswe ukugxekwa ngabalandeli ngokudlala kwakhe kuJuventus muva nje.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Impilo yomlutha we-nyaope. Ingxenye yokuqala: Impilo enzima ukwedlula isigwebo sasejele

UPhilip kanye nabangani bakhe bahlangana ngaphansi kwesihlahla ukubhema izidakamizwa. Ndawonye, ​​babhema i-nyaope - ingxube yensangu, ugwayi kanye nempuphu emhlophe egoqwe ngephepha.

Impilo yomlutha we-nyaope. Ingxenye yesibili: Umndeni uphelelwe yithemba

Emzini womndeni kaPhilip Raphiri e-Alexandra, eGoli, kunuka iphunga lobubha, indlala kanye nokuphelelwa yithemba.

Impilo yomlutha we-nyaope. Ingxenye yesithathu: Abasebenzi bezenhlalakahle, abathengisa izidakamizwa nokwanda kwesihlava

Bekulokhu kuyingxenye yezwe laseNingizimu Afrika, kepha ukungenzi lutho, isithukuthezi, kanye nokungaqiniseki ngekusasa ngesikhathi somvalelo kuholele ekwenyukeni kodlame lwasekhaya nobugebengu.

Udaba lomsundu omkhulu odla izinja luyiqiniso!

Ngowe-2014, kwavela imibiko yokuthi kutholakale umsundu omkhulu ongamamitha angu-1,5 ehlathini lase-Ecuador.

UBurna Boy ukhipha ingoma eshisa izikhotha noJustin Bieber

Ngemuva kokuntshontsha umbukiso kuma-Grammys ekuqaleni kwale nyanga, umculi we-Afrobeats uBurna Boy uphinde wagqama ngemuva kokukhishwa kwengoma yokuqala ayenze noJustin Bieber, i-Loved by You.