Izindaba Scrolla

Umlilo oqubuke esakhiweni sikamasipala wase-Enoch Mgijima usulethe ezinye izinkinga

Kushiswe indawo enezithombe zobuciko kumasipala wase-Enoch Mgijima e-Komani, esifundazweni sase-Eastern Cape ngoMsombuluko ebusuku.

Ungqondongqondo wamabhomu abulala abantu abathathu ubhekene namacala okubulala

UCristian Siebert Roric, ungqondongqondo wamabhomu owacupha amabhomu abulala amalungu amathathu e-Congress of South African Students (i-COSAS) kwaphinde kwalimala noyedwa, uvele enkantolo yemantshi yaseKagiso ngoLwesibili.

Scrollacast

Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Amaphoyisa ashiye isisulu sodwa nomhlukumezi waso nemiyalelo yokuthi “balungise inkinga yabo”

Ngemuva kokulimala, ukushaywa nokuhlukunyezwa ngokwengqondo, uNtokozo Mbatha ubekholelwa ekutheni uzothola ukuvikeleka emaphoyiseni - kodwa okumthuse kakhulu ukuthi abuyiselwe emuva ukuthi ayobhekana nokunye ukuhlukunyezwa.

UMakhadzi usekhiphe enye ividiyo yomculo

UMakhadzi usekhiphe ividiyo yomculo yengoma i-Zwivhuya ayicula nomculi wase-Zimbabwe uJon Delinger, kanti njengoba kuhlezi kulindelekile kwiNdlovukazi, ingoma ishisa izikhotha.

Usekhiphe ingoma yama-piano ekhuluma ngomdlalo we-Squid Game odlala ku-Netflix

Umculi wama-piano uKvng Vinci usekhiphe ingoma ezoba impumelelo ekhuluma ngomdlalo odumile wase-South Korean, obizwa nge-Squid Game. Lo mkhiqizi wezingoma usekhiphe ingoma ngokugqugquzelwa yilo mdlalo ebizwa nge-Squid Game (Amapiano Remix)”.

Abesilisa ababili basindile ngemuva kwezinsuku ezingama-29 belahlekile olwandle

Ngemuva kokulahleka izinsuku ezingama-29 olwandle, abesilisa ababili batholakale bephila begudla ulwandle e-Papua New Guinea - beqhele ngo-400m lapho abasuka khona.

Inhlangano yabashayisibhakela kuleli ilungiselela ukuya e-Paris ngowe-2024

USiyabulela Mkwalo, onguMengameli wenhlangano yomdlalo wesibhakela kazwelonke yaseNingizimu Afrika.(i-SANABO), unesiqiniseko sokuthi bahlanganise ithimba elinamandla elizokwazi ukuqhudelana kahle namanye amazwe njengoba kuseza amathonamenti.

URassie uzobhekana nokuqondiswa kwezigwegwe ngamacala abhekene nawo

Njengoba seluhleliwe usuku olukhulu lokuqondiswa kwezigwegwe kukaRassie Erasmus ongumphathi webhola lombhoxo eNingizimu Afrika, omunye angacabanga ukuthi baphoqiwe ukuba bakhethe usuku lokuqondiswa kwezigwegwe ngokukhulu ukushesha.

I-Boston Marathon ihlose ukuzamazamisa umlando wayo wobandlululo

I-Boston yidolobha ebelinenkinga yobandlululo olukhulu, kodwa i-Boston Marathon eMelika ifuna ukwenza umjaho webanga elide lapho abantu abaMnyama bezizwa bemukelekile futhi besekelwa, kunokuba bahambe bengaziwa futhi bengabungazwa.

“Banendaba nje namaphakethe abo!” Unozinti wase-Belgium ugxeka i-FIFA

Ngemuva komunye wemidlalo engadingekile emhlabeni webhola, unozinti wase-Belgium uThobaut Courtois uhlasele abahleli bebhola ngokubeka phambili imali kunempilo yabadlali.

Umpetha weNdebe yoMhlaba u-Alex Morgan uthi abesifazane bayaphoxeka ngezigameko zokuhlukunyezwa ngokocansi

Owanqoba iNdebe Yomhlaba Yabesifazane i-FIFA amahlandla amabili u-Alex Morgan uzwakalise ukukhathazeka ngokuthi bangaki abesifazane okungenzeka ukuthi bayekelelwe yi-National Women’s Soccer League (i-NWSL) ehlazweni lakamuva lokuhlukunyezwa ngokocansi.