Kuwo wonke ama-content creators, i-Scrolla Africa yethula iClimate Media Awards, okukhombisa ukubungaza abezindaba ezivelele eNingizimu Afrika yonkana ngemiklomelo ethokozisayo yemali engu-R100,000.
Indaba yakho ngesimo sezulu ibalulekile. Kungakhathaliseki ukuthi uyintatheli, umthwebuli wamavidiyo, noma uyi-content creator, sifuna ukuzwa ukuthi ukuguquguquka kwesimo sezulu kuyithinta kanjani indawo yangakini.
I-Climate Media Awards ihlonipha imibiko yemithombo yezindaba ngokuguquguquka kwesimo sezulu nezinselelo ezihlobene namandla noma ugesi (energy). Ngokuveza lezi zindaba obala kuzosiza ukubonisana ngesimo sezulu okubalulekile ezingxoxweni zethu zansuku zonke.
Izigaba nemiklomelo:
•Best Audio/Video Story
- Best Written Article
- Best Photography/Visual Story
Imniningwane ebalulekile:
✓ Open to content in isiZulu, Afrikaans, or English
✓ Eligible content: Any work published, printed, or broadcast in 2024
✓ DEADLINE: Midnight, November 30th – JUST 5 DAYS REMAINING!
Vakashela i-Scrollla Africa manje ukuze ungenele. Ungalindi indaba yakho ingase ikhuthaze ushintsho futhi uzuze okuningi.
Masilethe ukuqwashisa ngesimo sezulu kuwo wonke umphakathi ngokuxoxa izindaba ezinamandla. Izwi lakho libalulekile. Indaba yakho ibalulekile. Thumela namuhla!
Iwindi livalwa ngokushesha qiniseka ukuthi umsebenzi wakho uyabonakala.
Faka isicelo lapha manje.