Kusalindwe umbiko ophelele ovela kwiKhomishini kaZondo

Toby Shapshak

Kumele kusetshenziswe ama-bytes amangaki ukuze iKhomishini kaZondo ikwazi ukuhlanganisa umbiko ophelele mayelana nokulawulwa kombuso?

Basebenzise i-High definition (HD) yamafilimu engu-250 000.

Yikhona llokho ongakuthola nge-data elisetshenziswe iKhomishini kaZondo ukuthola ubufakazi.

Ngokombiko weKhomishini basebenzise i-petabyte eyodwa ukuhlanganisa ubufakazi. Lokho kusho ukuthi basebenzise ama-terabytes angu-1000 noma isigidi sama-gigabytes.

Basebenzise cishe amaphepha angu-3,463 ukuhlanganisa umbiko – kwasatshenziswa namakhasi angu-8,655,530 ukuveza ubufakazi. 

Inani lakho konke abakusebenzisile licishe lafinyelela kwinani lehlathi lase-Democratic Republic of Congo.

Izihloko zakamuva