IShowMax nochungechunge olukhuluma ngoRosemary Ndlovu

I-ShowMax izosakaza uchungechunge lwayo olunezingxenye ezine ngo-Killsurance Queen uRosemary Ndlovu ngoLwesithathu ebusuku.

Umhleli wezindaba ze-Scrolla.Africa u-Everson Luhanga waba ngowokuqala ukulandela lolu daba futhi washicilela uchungechunge oluyizingxenye eziyisishiyagalolunye – I-Killsurance – ekhasini le-Scrolla ngoMfumfu ngo-2019.

Njengoba imininingwane yembulwa izindaba zibonakala njengefilimu futhi manje i-Showmax iyenzile leyo filimu.

Ngemuva kokubhala le ndaba u-Everson walandela icala lasenkantolo iminyaka emibili. Konke lokhu kwenzeka nje waze wazithola ebhekene (https://scroll.africa/face-to-face-with-alleged-serial-killer/)  noRosemary Ndlovu ngesikhathi bevaleleke ndawonye kwi-lift. ..

Landela uchungechunge lwe-KILLSURANCE  (https://scrolla.africa/killsurance-the-original-series/)  ukuze ufunde ngalokho uRosemary akusho kuye.

Izihloko zakamuva