USeptember ujabulela impilo kuMatsatsantsa

0
Owayengumdlali wasemuva kwi-Supersport, uThabo September uthi, uyajabula ukuba yiphini lesibili lomqeqeshi eqenjini alisebenzele iminyaka engaphezu kweyishumi.

IBanyana Banyana ivikele isicoco sayo se-Cosafa

0
IBanyana Banyana ithwese isicoco se-Champions of the Cosafa Women Championship okwesine kulandelana ngokunqoba ngamagoli amabili kwelilodwa ngesikhathi idlala neBotswana kowamanqamu eNelson Mandela Bay Stadium.

IBizana Pondo Chiefs ithweswe isicoco se-ABC Motsepe League

0
Iqembu lebhola iBizana Pondo Chiefs lithweswe isicoco se-Champions of the National ABC Motsepe League playoff kulandela ukunqoba ngamagoli amahlanu kwamane emdlalweni wabo ne-Pretoria Callies.

IBafana ihlose ukuthola amaphuzu aphezulu

0
Kunomoya womlingo ekhempini yeBafana Bafana ngaphambi kwemidlalo yabo ne-Sao Tome ne-Principe kule mpelasonto ezayo.