Zikhethele

Scrollacast

0
sikwethulele umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla ezifundwa nguZuzile Ndlela
Sikwethulela umbiko wethu wezindaba zakwa-Scrolla - ezifundwa nguZuzile Ndlela.

Ngemuva kwezinyanga eziyisithupha abazali sebekhathele ukulinda ubulungiswa ngezingane zabo ezashayiswa yimoto yemeya

0
U-Asanda Ngcobo no-Olona Ndebele bobabili abaneminyaka eyi-13, bashona ngemuva kokushayiswa izimoto ebeziyisitimela ezaziphuma kwiMeya ye-IFP kwaNongoma u-Albert Mncwango ngoNtulikazi.

Amagoli ayisikhombisa aya ku-Sundowns

0
Esanda kushaya igoli lakhe lokuqala leBafana Bafana bebhekene ne-Sao Tome ngoMsombuluko owedlule.

Izingozi zomgwaqo zihlasele iKwaZulu-Natali

0
Owesifazane okhulelwe ubephakathi kwabagibeli abayi-16 abashonile, ngesikhathi itekisi ishayisana neloli engozini enyantisayo eNyakatho yaKwaZulu-Natali ngoLwesithathu ekuseni.

‘Hhayi ngiyacela baba ungayithathi indondo kuTrump’kusho indodana kaGary Player

0
Esinye zezenzo zokugcina zikaDonald Trump njengoMengameli waseMelika kuzoba ukuhlonipha ingwazi yaseNingizimu Afrika yegalofu uGary Player ngendondo yenkululeko.

UHunt uthukuthele ugane unwabu ngamaphutha afana “nawezingane zesikole”

0
Umqeqeshi uGavin Hunt usale ethukuthele ngemuva kokuthi i-Kaizer Chiefs idlale ngokulingana ngamagoli amabili kwamabili ne-Black Leopards, emdlalweni wayo we-DStv Premiership ekhaya ngoLwesithathu ebusuku.

“Kungani ethweswa icala uTrump? Ufana nepentshisi elivuthiwe vele”

0
Ngenkathi uDonald Trump eqopha umlando ngokuba nguMengameli wokuqala waseMelika wokuthweswa icala kabili, ikhasi laku-Facebook likaMelusi i-Everyday Zulu lithathe okuhlukile.

I-PSG yehlula i-Man United, kodwa i-Leipzig isazingela i-UEFA last 16

0
I-Paris Saint-Germain (i-PSG), i-Manchester United ne-RB Leipzig babambene phezulu eqenjini labo le-UEFA Champions League, okusho ukuthi kuzonqunywa ngosuku lokugcina.

Abasolwa baphunyuke ekufeni – kodwa kuyisiqalo sezinkinga zabo

0
Kungenzeka ukuthi babe nokuphunyuka okuyisimangaliso ekufeni, kodwa lokho kumane kwayisiqalo sezinkinga zabo. Kusamele bachaze kuphiko lwe-Anti-Gang ukuthi kungani bengamanga lapho ebekuvinjwe khona umgwaqo.

I-ANC ifuna ukulubambezela futhi udaba lukaAce

0
Ikusasa likaAce Magashule njengoNobhala weqembu elibusayo lizophinde lube udaba olubaluleke kakhulu uma iKomidi Eliphezulu le-ANC lihlangana kuleli sonto.