UZondo uvulele uZuma icala “lokubaleka”

0
IPhini leNhloko yamaJaji uRaymond Zondo ngeke avumele ukubalekela kukaJacob Zuma kukhomishini kaZondo ngesonto eledlule kudlule kanjalo, usola lowo owayenguMengameli ngokudelela inkantolo.

Amagoli ayisikhombisa aya ku-Sundowns

0
Esanda kushaya igoli lakhe lokuqala leBafana Bafana bebhekene ne-Sao Tome ngoMsombuluko owedlule.

Owesilisa udutshulwe wabulawa endlini yakhe

0
Ekuqaleni konyaka uWelile Yamaphi wasinda ekufeni ngesikhathi ecishe eshiswa umlilo waze washona - kodwa ngeSonto ekuseni udutshulwe wabulawa, enamanxeba ayisishiyagalombili ezinhlamvu, ngemuva kwezinyanga ezine esanda kungena endlini yakhe yomxhaso.

Kuthungathwa abasolwa abahlasela amaloli

0
Amaphoyisa ase-Free State athungatha abasolwa ababhekene necala lokudubula abashayeli bamaloli nokushisa amaloli amahlanu ngoMgqibelo ebusuku.

Ukhuleliswe “nguMoya oNgcwele”, owesifazane uthi cha kwezocansi nomyeni

0
Owesilisa wase-Zambia ufuna isehlukaniso ngemuva kokuthi umprofethi etshele umkakhe ukuthi agweme ukuya naye ocansini. Uthe umkakhe wamtshela ukuthi umithiswe nguMoya oNgcwele!

INgonyama entsha yaseAfrika iyinkosi yamadlelo aluhlaza

0
Uneminyaka eyisithupha nje kuphela futhi ushisa umhlaba wegalofu ngomlilo ngale kwezindonga zaseAfrika.

Azimuhambeli kahle izinto uTinkler

0
Umqeqeshi weMaritzburg United uEric Tinkler angazithola esefuna umsebenzi omusha kungekudala.

AMAQEMBU AQUBUKA KU-ANC AKULUNGELE UKULWA IZIMPI

0
Isikhathi sobuwula se-ANC sesifikile manje njengoba iqembu selimemezele amalungiselelo engqungquthela yalo yaphakathi nonyaka.

Ukuvikela kabi kweChiefs kuphinde kwabehlisa futhi

0
IKaizer Chiefs iyaqhubeka nokuvuza amagoli njengoba abadlali bayo abangabavikeli bengadlalanga kahle njengokulindelwe kwi-DSTV Premiership.

“Okhethekile” ubeke iSpurs esicongweni

0
UJose Mourinho uphinde wasitshengisa ukuthi kungani ezibiza "ngoKhethekile" ngemuva kokuguqula iTottenham Hotspur yaba ngezinye zezimbangi yesicoco se-English Premier League kule sizini.