Owayengumsizi kaAce uzoba ngufakazi wombuso, kusho i-NPA

0
Isiphathimandla Sezokushushisa Kuzwelonke (i-NPA) siyichithile imibiko yangempelasonto yokuthi lowo owayengumsizi kaAce Magashule ngeke esaba ngufakazi ecaleni lakhe.

Udokotela waseNigeria uphakathi nentuthuko yokwakha umuthi wokugoma i-Covid

0
Udokotela waseNigeria uphakathi nentuthuko yokwakha umuthi wokugoma i-Covid.

Isivunguvungu sothuli sishanela i-Upington

0
Isivunguvungu sothuli sigadle e-Upington ngoMgqibelo, sathumela amagagasi amafu nothuli anqamula idolobha lase-Northern Cape.

I-Brazil inyakaziswe yimibhikisho ngemuva kokubulawa komuntu omnyama

0
SEKUQUBUKE uthuthuva ezweni lonke lase-Brazil ngemuva kokushaywa komuntu omnyama ngonogada ngaphandle kwesitolo ngosuku olwandulela usuku lwe-Black Consciousness Day.

UWizkid noBurna Boy bakhiphe ingoma

0
I-albhamu kaWizkid umrepha odumile wase-Nigeria i-Made in Lagos inyukele esicongweni samashadi omculo womhlaba.

IMIZAMO kaTRUMP AYIPHUMELELI

0
Imizamo kaMengameli waseMelika uDonald Trump wokuguqula imiphumela yokhetho asanda kwehlulwa kulo, iphenduka iphutha elikhulu.

UTrump ukhetha umbulali wezindlovu waseZimbabwe esikhundleni esiphezulu

0
UDonald Trump uyazi ubakhetha kanjani.

UZONDO KUZUMA: “ASIBONA ABANGANI!”

0
IJaji uRaymond Zondo wethule umyalezo oqondile kuloyo wayenguMengameli uJacob Zuma ngoMsombuluko.

UKanté ushaya i-France

0
Umdlali wasesiswini uN’Golo Kanté ushaye i-France emqhudelwaneni owandulela owamanqamu we-Nations League ngeSonto, eshaya ompetha i-Portugal ngegoli elilodwa eqandeni.

Umalokazana kaBiden uvela eGoli

0
UHunter Biden, indodana kaMengameli okhethiwe waseMelika uJoe Biden, ushade nowaseNingizimu Afrika, uMelissa Cohen.