Uncategorised

Bakhala ngomkhonyovu wezimoto zokuthutha abafundi e-EC

I-DA igxeke uhulumeni ngokukhipha izigidi "ngezimoto eziyizipoki" ekubeni izinkulungwane zabafundi ziphoqeleka ukuthi zihambe amakhilomitha amaningi ukuya esikoleni nsuku zonke.

Asuliwe amacala abevulelwe udokotela mbumbulu

I-National Prosecuting Authority ihoxise amacala avulelwe uMathew Lani.

Abasolwa bathi amaphoyisa abashokha ngogesi kwelikaMeyiwa

Isikhulu sakwa-EMPD uWendell Johnathan ukuphikile asolwa ngakho.

I-IFP ibawola bonke abavoti be-ANC KwaZulu-Natal

Kuyaqondakala ukuthi kungani abavoti abaningi KwaZulu-Natal beqhela ku-ANC.

Oklebe babophe amaphoyisa ngelenkohlakalo

Abasolwa abane okuhlanganisa namalungu amathathu amaphoyisa aseNingizimu Afrika, baboshwe oKlebe ngamacala enkohlakalo.

Kuguqulwe ekaJoe Nina yathakwa ngomsindo wamapiano

I-Hullabaloo nengoma kaJoe Nina ewine indondo ethi "Sbali" eguqulwe yaba ama-piano ukuze ihehe abathandi bomculo abasebasha.

Kusuke umsindo enkantolo kuvela ubufakazi obusha kwelokubulawa kukaMeyiwa

Kunyuke amaphaphu ngemuva kokuzwakala ukuthi kunesiqeshana esiqoshiwe uNtanzi evuma icala kwelokubulawa kukaSenzo Meyiwa.

Umasipala waseNMB awunayo iMeya

INelson Mandela Bay ayinayo imeya.

Isayiva elingabanguleki eyamathoyilethi emigodi  kuleli

Ukubalwa kwabantu kwakamuva kukhombisa ukuthi kusenobubha obudlulele kuleli ngemuva kweminyaka engu-30 yentando yeningi.

UMsamariya uhlinzeke ngokudla kwabampofu e-Alex

Bebeqhamuka nhlangothi zonke - izingane zesikole, abadala, abangenamakhaya nabaqoqi bemfucuza, benonhloso eyodwa: ukuzothola ukudla okufudumele.

Recent articles