I-Sundowns ibuyele esicongweni ngemuva kokushaya i-Leopards

0
I-Mamelodi Sundowns ikhuphuke ngamaphuzu amathathu esicongweni se-DStv Premiership ngemuva kokubuya ngegoli, eliyisizile yakwazi ukunqoba ngamagoli amabili kwelilodwa ekuhambeni ibhekene ne-Black Leopards edlalela izembe ngoLwesithathu.

Ingane encane ibuka ubaba wayo eshokhwa ugesi

0
UXolisani Boma uthembise ukuthi uzothatha indodakazi yakhe eneminyaka emithathu ayosebenza nayo - kodwa lokho akwenzekanga.

Abahlala emgwaqeni bakhokhisa imali engama-R50 ukuthola isikhala kulayini we-UIF

0
Inqwaba yabahlala emgwaqeni yase-Nelson Mandela Bay basebenzisa ulayini omude eMnyangweni Wezabasebenzi ukuze bazuze ngokwabo.

Osomabhizinisi be-Covid bahudula odakeni irekhodi likaLesufi “elihlanzekile”

0
UPanyaza Lesufi - isihlabani esikhulayo se-ANC kanye nomfana onamehlo aluhlaza kuhulumeni wase-Gauteng - ungenelwe amanzi endlini kulandela umbiko wokuthi umnyango wakhe udle imali engaphezu kwezigidi ezingama-R400 yama-sanitiser ezikole.

Bashone ngokuminza ngesikhathi somvalelo

0
IKwaZulu-Natali inezibalo eziphezulu zabahaqwe yi-Covid-19 ezweni lonke - futhi ibuye ibe nabantu abaningi abashone ngenxa yokuphula imithetho yomvalelo ngokuya emabhishi bese beyaminza.

Uzwelo engomeni

0
Ngengoma yakhe eshisa izikhotha ye-Afro pop, iHamba Kahle, uMbongeni “Moh” Mavuso ududuza labo abashonelwe ababathandayo ngenxa ye-Covid-19.

Inxusa likaTrump lizamazamisa ePitoli

0
Inxusa likaTrump laseMelika eNingizimu Afrika lisebenzise imali eyizigidi eziyi-R15 endaweni yokuhlala yesibili esemthethweni wakhipha umndeni ukuba ungahlali kuyo - wangabe esayisebenzisa.

Iphoyisa “elinesibindi” lidubule kuqala umsolwa laze lazomgada esibhedlela

0
USayitsheni uMatome Rapetsoa ubesendleleni eyolanda imoto yakhe esiteshini samaphoyisa e-Tembisa South ezoqala ishifu yakhe yasekuseni ngesikhathi kuqhamuka amadoda amathathu eza kuye.

ITshakhuma Tsha Madzivhandila isidayisiwe, futhi

0
Usihlalo weTshakhuma Tsha Madzivhandila uLawrence Mulaudzi ugcine edayise iqembu lakhe kuDitonkana Abram Sello.

Izinkunzi zase-Soweto azikwazanga ukunqoba

0
I-Kaizer Chiefs ne-Orlando Pirates zehlulekile ukuqoqa amaphuzu aphezulu ekhaya emidlalweni yabo ngoLwesibili ntambama.