USlim Karim nososayensi baseNingizimu Afrika- baletha ukukhanya ngesikhathi esimnyama

0
Bonke bangamaqhawe namaqhawekazi, bezokwelapha baseNingizimu Afrika.

UJohn Pombe Magufuli – unyaka omuhle wabacindezeli

0
UMengameli wase-Tanzania uJohn Pombe Magufuli uwine ukhetho olwalukhungathekiswe ukurobha nobudlova.

UAce Magashule – i-ANC nenxabano engahlelekile mayelana noAce

0
UAce Magashule nguyena osinde kakhulu kwezepolitiki ngonyaka wezi-2020.

ULinda Twala – unakekela abampofu, abagulayo nabalambile

0
Sekuyiminyaka engaphezu kwamashumi amahlanu, uLinda Twala ebeyithemba kubantu abaningi abaphelelwe yithemba e-Alexandra nakwezinye izingxenye zezwe.

UHelen Zille noJulius Malema – abaphikisi abazinqobayo

0
UHelen Zille noJulius Malema, umbangwana ongemuhle kwezepolitiki ephikisayo, bathole ukuhlonishwa kulo nyaka ngokuba babi kakhulu ekulweni ne-African National Congress.

UJacinda Ardern – umholi onqobe isitha

0
Njengoba abaholi emhlabeni jikelele behluleka ukuvimba ukusabalala kwe-Covid-19, i-New Zealand isheshe yaba yisibonelo ngendlela okufanele kulwisane ngayo igciwane.

Okudalwe yi-Covid – ukulahlekelwa yimisebenzi, ukhwantalala, ukuzibulala, indlala kanye nezehlukaniso

0
ngale kokushona kanye nenkinga yezempilo, unyaka wezi-2020 ubulokhu umayelana nokuzamazama okulandelayo kwe-Covid.

UJohn Nkengasong – uhlanganisa iAfrika ekulweni negciwane

0
Kungekudala i-WHO imemezele ukuthi i-Covid-19 iyisimo esiphuthumayo sezempilo somphakathi ngomhla zingama-30 kuMasingana, ochwepheshe baqala ukukhathazeka ngokuthi amazwe aseAfrika azohlushwa kakhulu yigciwane kunalawo akwamanye amazwekazi.

UNOGADA WENYUVESI WADELA ISIKHATHI SOKUDLA UKUZE ATHOLE IZIQU

0
UMxolisi Mgolozeli ungunogada obesebenzisa isikhathi sakhe sasemini sokudla nezikhala phakathi kwamashifu ukutadisha.

Umakadebona uLewandowski udlule uMessi noRonaldo

0
Okokuqala ngqa emsebenzini wakhe, uRobert Lewandowski ukuthi azuze umklomelo womdlali wonyaka we-FIFA Men's Player of the Year. Lo mgadli weBayern Munich unqobe uLionel Messi weBarcelona noCristiano Ronaldo weJuventus asebephathe iminyaka.