Ezemidlalo

UDUMO LUNGOLWAKHO, DAN CARTER

“Okuhle kunakho konke” inkulumo mpikiswano eyenziwe kule ndawo yokucima ukoma inamabhiya amaningi nothando nokuqhathanisa okungenangqondo. Kepha akekho ozokuphika ukuthi uDan Carter, oneminyaka engama-39 manje, ungomunye wama-flyhalves amakhulu emlandweni wezemidlalo - futhi izinga lakhe lomsebenzi obabazekayo liyakuxhasa lokho.

I-Downs ithumela isexwayiso esinamandla

IMamelodi Sundowns ithumele isexwayiso esiqinile kulo lonke iqembu eliku-Group B ngemuva kokunqoba ngamagoli amahlalnu kwelilodwa idlala ne-CR Belouzidad yase-Algeria emdlalweni wabo weTotal CAF Champions League.

U-Eva uthumela i-Chilli Boys kuma-quater finals e-Nedbank

Abadlali base-Nigeria u-Augustine Kwem no-Eva Nga Bievenvenu bathola igoli lokuthumela i-Chippa United kuma-quarter final e-Nedbank Cup

Umdlalo omuhle kaRosko

Kube yintokozo enkulu ukubona uRosko Specman eshayela i-Free State ama-try amathathu amahle bedlala ne-Western Province eKapa ngoMgqibelo!

UHildah Magaia ungena ebholeni lomhlaba

Isihlabani seBanyana Banyana, uHildah Magaia usayine inkontileka yakhe yobungcweti neMoron BK yase-Sweden ngoLwesithathu futhi uyilungele inselelo entsha.

IManchester City ihamba phambili

IManchester City yelule umjaho wayo wokungahlulwa emidlalweni engama-26 emihle kakhulu kuyo yonke imiqhudelwano.

Imidlalo yeChiefs kanye neSundowns ihlelwe kabusha ukuze kuvuleke indlela yezinhlelo ze-CAF

Ukubandakanya iMamelodi Sundowns kanye neKaizer Chiefs ezinhlelweni ze-CAF Champions League, i-PSL isihlele imidlalo yabo ngempelasonto kanye nangesonto elizayo.

UHunt ubhekene nokujeziswa ngenxa yamahemuhemu okufumbathisa

Umqeqeshi uGavin Hunt angazithola esobishini ne-CAF ngemuva kwezinkulumo azishilo ngesikhathi i-Kaizer Chiefs idlala ngokulingana ne-Horoya SC ngoLwesibili ebusuku.

I-Chelsea ihola i-Madrid ngemuva komlenze wokuqala

Umqeqeshi we-Atletico Madrid uDiego Simeone unethemba lokuthi abafana bakhe bazoguqula abakuthole bedlala ne-Chelsea okuyigoli elilodwa eqandeni banqobe e-Stamford Bridge ngomhla ziyi-17 kuNdasa.

Umqeqeshi wase-Zambia uvele enkantolo ngecala lokuthinta izinqa zowesifazane

Umqeqeshi wase-Zambia, uMilutin Sredojevic ufunda ngendlela ebuhlungu ukuthi ukuthinta umzimba womuntu wesifazane ngaphandle kwemvume akuyona into yokudlala.

Recent articles