Ezokuzijabulisa

UBabes Wodumo ematheni ngezizathu ezimbi

Usephinde waba sematheni umculi we-gqom uBabes Wodumo.

Ningalinge nithumelele abantu izithombe ninqunu– Prince Kaybee

UPrince Kaybee uxwayisa abantu ngokuthi bangalinge bathumelele abantu izithombe zabo benqunu.

Nawe Hammarsdale awumncinyane ngendondo yeGrammy

Ekhuluma  ngeculo eladuma kakhulu elithi “Jerusalema”, uNomcebo Zikode uthe: “Ngabhala ingoma eyasukumisa umhlaba wonke yahlanganisa abantu abaningi, kodwa angizange ngiyithole indondo noma ukuqokwa ngaleyo ngoma.

Umculi wase-Nigeria ovelele uDavido usezithengele i-Lamborghini njengesipho sakhe sikaKhisimusi

Sekuyileso sikhathi sonyaka futhi lapho abantu bechitha khona imali ngokuthenga izipho ezibizayo zabathandiweyo babo, noma bezithengela bona ngokwabo. Osaziwayo bavamise ukuthi kube ibona abahamba phambili ngokusebenzisa imali eningi.

UBig Zulu uhlomule ngezindondo eziyisikhombisa emcimbini wama-Hip hop Awards

Kubukeka sengathi uBig Zulu uzosithola lesi “sithabathaba somuzi” asithembise isithandwa sakhe engomeni yakhe ethi “Umuzi eSandton”, ngemuva kokuhlomula ngezindondo eziyisikhombisa emcimbini waminyaka yonke wama-South African Hip Hop Awards ngoLwesihlanu.

Ilindwe ngamehlo abomvu i-albhamu yama-piano ezokhishwa uReason

UReason, owathola impumelelo okokuqala njengomculi we-hip-hop, uvuselela umsebenzi wakhe womculo ngemuva kokujoyina umculo wama-piano ngaphansi kwegama elisha elithi: Sizwe Alakine.

UMaskandi uzibhekile ekuthatheni isicoco sokuba ingoma yonyaka futhi

Minyaka yonke abaculi bezinhlobo ezahlukene bakhuphula amasokisi ngethemba lokuthi ingoma yabo izoba yingoma yonyaka emsakazweni wodumo Ukhozi FM.

UCardi B usethenge omunye umuzi kanokusho e-New York

Umrepha uCardi B wengoma yodumo i-“Bodak Yellow” uthenge umuzi omusha kanokusho e-New York City ukuze anezele ohlwini lwakhe lwezakhiwo oseluvele lumkhathaza.

UK.O usebeke usuku lokukhishwa kwevidiyo yengoma ethi-“Playback”.

Ukubalwa kwezinsuku ezisele sekuqalile njengoba uK.O, umrepha wase-Piet Retief, eMpumalanga, ebeke usuku lokuphuma kwevidiyo yakhe yomculo yesibili yonyaka, esihloko sithi-“Playback”.

UYung Tyran ukhiphe ividiyo yomculo eshisa izikhotha noDie Mondez

UYung Tyran umculi we-Hip Hop ongahlonishwa kakhulu emkhakheni womculo waseMzansi ukhiphe ividiyo enhle yengoma ethi-“Yesssir” acula kuyo noDie Mondez ngoLwesibili.

Recent articles